zulu 2010 english guide 2005 new.qxd.pdf, page 2 @ … budget/2010/guides...fufusa nje ngalo wase...

2
isiZulu S ekusele isikhathi esincane ukuthi imidlalo yebhola yomhlaba ka 2010 iqale. Izakhamuzi zase Ningizimu Afrika zithokoze kakhulu. Impumelelo yethu emidlal- weni yendebe yeConfederation ka 2009 ilethe isasasa elikhulu. Iningizimu Afrika izwe lokuqala kwi Afrika yonke ukuthola le ngqayizivele yethu- ba isingatha lemidlalo. Amalungiselelo aqala ngo 2004 kancane kwa- phuculwa imigwaqo, ezokuthutha, izinkundla zokudlala kanye namabhilidi. Imisebenzi yok- wakha emikhulu idale amathuba emisebenzi esikhulise umnotho. Ukwakhiwa kwezinkundla zemidlalo kudale amathuba angama 130 000 okufake imali engange zigidigidi ezimbili zamarandi kulabo abamukela imali encane. Sikhuluma nje ilizwe lethu line zinkundla zemidlalo zika nokusho eziy- ishumi ekungabanjelwa kuzo eminye imidlalo eseqophelweni eliphezulu. Lawo madolobha ekwakhiwe kuwo lezi zinkundla azimisele ukuzisebenzisa emuva kwemidlalo yebhola yen- debe yomhlaba. Uhulumeni usebenzise amarandi ayizigidigidi ezingu 33 ukulungiselela le midlalo kanti futhi abase Ningizimu Afrika bazohlomula kakhulu nasemuva kwemidlalo. Uhulumeni ubeqaphile ukuze kungalahleki mali kulo mkhankaso. Cishe zingu 13 izigidigidi zamarandi imali esetshen- zisiwe ekwakheni imigwaqo yezwe lonke. Amadolobha amakhulu aze athola uhlelo lwe Bus Rapid Transport. Zingu 1.3 izigidigidi zamarandi ezisetshenziselwe ukuqiniseka ukuthi imidlalo izophepha nomkhankaso wokuqhubeka nokulwa nobulelesi. Izwe lethu lizohlomula kakhulu uma samukela amakhulu ezinkulung- wane ezivakashi ukusuka emhlabeni jikelele. Le ndebe yomhlaba izosiza futhi ukubonisa ezokuvakasha futhi sinethemba lokuthi iningi lizobuya futhi lapha eNingizimu Afrika. Le ndebe yomhlaba kuzoba into ebaluleke kakhulu ekuthuthukeni kwezokuvakasha ezweni lethu. Yisikhathi! Sifikile isikhathi! Unyaka nonyaka ngoFebruari, ungqongqoshe wezeZimali wethula izinhlelo zikaHulumeni zokusentshenziswa kwemali, ukuqo- qwa kwentela kanye namasu okubolekwa kwemali eminyakeni emithathu elandelayo. Lokhu kubizwa ngokuthi Isabelo Sezimali SikaZwelonke. Lokhu kuchaza indlela uhulumeni azimisele ukuqoqa ngayo imali yentela ukubolekwa kwemali. Kubuye kuchaze nendlela lemali ezosetshenziswa ngayo. Isabelo sezimali sikazwelonke sabela imali iminyango kahulumeni kazwelonke, izifunda kanye nomasipala. Abaningi bazohlomula uma umnotho ukhula N N G G E E S S A A B B E E L L O O S S E E Z Z I I M MA A L L I I S S I I K K A A 2 20 01 10 0 Umkhombandlela... U kusukela ngoka 1994 uhulumeni useben- ze ngamandla ukuvuselela umnotho owawukhinyabezekile ngaphansi kohulu- meni wobandlululo. Ukusukela ngo 2001 baningi abantu abathole imisebenzi. Uhulumeni useben- zise izizumbulu zemali ukwakha izindlu, imfun- do, imali yezenhlalakahle, ezokuhamba namanzi. Noma kunjalo baningi abantu abasantula imisebenzi ikakhulukazi intsha. Ukuthola iholo ukusiza abantu ukuzikhipha nemindeni yabo kobuphofu. Kunzima ukuthi isizwe sicebe uma bebaningi kangaka abantu abangasebenzi. Ekupheleni kuka 2008 umnotho awubange usakhula ngenxa yezinkinga kwezomnotho kumhlaba wonke. Uhulumeni uthathe izinyathelo ukwenza ukuthi abampofu bangezwa ubuhlungu kakhulu ngokusebenzisa imali eningi, ngokukhuphula imali yezenhlalakahle nokudala amathuba emisebenzi. Ukwenza ukuthi iningi lisebenze sidinga ukuthi umnotho ukhule ngokushesha futhi kufanele senze izinto ngendlela entsha. Imisebenzi eminin- gi idalwa zinkampani, kodwa kubalulekile ukuthi uhulumeni asize ukuthi amabhizinisi akwazi ukuqasha abantu futhi athole nenzala. Uhulumeni kufanele asebenze nomphakathi, amabhizinisi kanye nezinyunyana zabasebenzi ukuthi kutholwe isisombululo ngalengqinamba yokusweleka kwemisebenzi. Wonke umuntu kufanele afake isandla ukwenza ukuthi umnotho ukhule futhi kudaleke amathuba omsebenzi. Uhulumeni kufanele a thuthukise imfundo nokuqeqesha, aqikelele ukuthi imithetho eyenza ukuthi kube nzima ukusebenza iyaqaphel- wa. Uhulumeni wethu uzimisele ukwenza ngendlela entsha ukwenza ukuthi umnotho ukhule ngokushesha nokudala amathuba emisebenzi.

Upload: buikhanh

Post on 29-Apr-2018

233 views

Category:

Documents


1 download

TRANSCRIPT

Page 1: Zulu 2010 English guide 2005 new.qxd.pdf, page 2 @ … budget/2010/guides...fufusa nje ngalo wase Ningizimu Afrika imali isebenze ngokwedlulele ukuze izimpilo zabantu bakithi zithuthuke

isiZulu

Sekusele isikhathi esincane ukuthi imidlaloyebhola yomhlaba ka 2010 iqale.Izakhamuzi zase Ningizimu Afrika

zithokoze kakhulu. Impumelelo yethu emidlal-weni yendebe yeConfederation ka 2009 iletheisasasa elikhulu. IningizimuAfrika izwe lokuqalakwi Afrika yonke ukuthola le ngqayizivele yethu-ba isingatha lemidlalo.

Amalungiselelo aqala ngo 2004 kancane kwa-phuculwa imigwaqo, ezokuthutha, izinkundlazokudlala kanye namabhilidi. Imisebenzi yok-wakha emikhulu idale amathuba emisebenziesikhulise umnotho.

Ukwakhiwa kwezinkundla zemidlalo kudaleamathuba angama 130 000 okufake imaliengange zigidigidi ezimbili zamarandi kulaboabamukela imali encane. Sikhuluma nje ilizwelethu line zinkundla zemidlalo zika nokusho eziy-ishumi ekungabanjelwa kuzo eminye imidlaloeseqophelweni eliphezulu. Lawo madolobhaekwakhiwe kuwo lezi zinkundla azimiseleukuzisebenzisa emuva kwemidlalo yebhola yen-debe yomhlaba.

Uhulumeni usebenzise amarandi ayizigidigidiezingu 33 ukulungiselela le midlalo kanti futhiabase Ningizimu Afrika bazohlomula kakhulu

nasemuva kwemidlalo.Uhulumeni ubeqaphileukuze kungalahleki malikulo mkhankaso.

Cishe zingu 13 izigidigidizamarandi imali esetshen-zisiwe ekwakheniimigwaqo yezwe lonke.Amadolobha amakhuluaze athola uhlelo lwe BusRapid Transport. Zingu1.3 izigidigidi zamarandie z i s e t s h e n z i s e l w eukuqiniseka ukuthiimidla lo i zophephan o m k h a n k a s owokuqhubeka nokulwanobulelesi.

Izwe lethu lizohlomulakakhulu uma samukelaamakhulu ezinkulung-wane ezivakashi ukusuka emhlabeni jikelele.

Le ndebe yomhlaba izosiza futhi ukubonisaezokuvakasha futhi sinethemba lokuthi iningilizobuya futhi lapha eNingizimuAfrika. Le ndebe

yomhlaba kuzoba into ebaluleke kakhuluekuthuthukeni kwezokuvakasha ezweni lethu.

Yisikhathi!

Sifikile isikhathi!

Unyaka nonyaka ngoFebruari, ungqongqoshe wezeZimali wethula izinhlelo zikaHulumeni zokusentshenziswa kwemali, ukuqo-qwa kwentela kanye namasu okubolekwa kwemali eminyakeni emithathu elandelayo. Lokhu kubizwa ngokuthi Isabelo SezimaliSikaZwelonke. Lokhu kuchaza indlela uhulumeni azimisele ukuqoqa ngayo imali yentela ukubolekwa kwemali. Kubuye kuchazenendlela lemali ezosetshenziswa ngayo. Isabelo sezimali sikazwelonke sabela imali iminyango kahulumeni kazwelonke, izifundakanye nomasipala.

Abaningi bazohlomula umaumnotho ukhula

NNGGEESSAABBEELLOO SSEEZZIIMMAALLII SSIIKKAA 22001100Umkhombandlela...

Ukusukela ngoka 1994 uhulumeni useben-ze ngamandla ukuvuselela umnothoowawukhinyabezekile ngaphansi kohulu-

meni wobandlululo. Ukusukela ngo 2001 baningiabantu abathole imisebenzi. Uhulumeni useben-zise izizumbulu zemali ukwakha izindlu, imfun-do, imali yezenhlalakahle, ezokuhamba namanzi.

Noma kunjalo baningi abantu abasantulaimisebenzi ikakhulukazi intsha. Ukuthola iholoukusiza abantu ukuzikhipha nemindeni yabokobuphofu. Kunzima ukuthi isizwe sicebe umabebaningi kangaka abantu abangasebenzi.

Ekupheleni kuka 2008 umnotho awubange

usakhula ngenxa yezinkinga kwezomnothokumhlaba wonke.

Uhulumeni uthathe izinyathelo ukwenza ukuthiabampofu bangezwa ubuhlungu kakhulungokusebenzisa imali eningi, ngokukhuphulaimali yezenhlalakahle nokudala amathubaemisebenzi.

Ukwenza ukuthi iningi lisebenze sidinga ukuthiumnotho ukhule ngokushesha futhi kufanelesenze izinto ngendlela entsha. Imisebenzi eminin-gi idalwa zinkampani, kodwa kubalulekile ukuthiuhulumeni asize ukuthi amabhizinisi akwaziukuqasha abantu futhi athole nenzala.

Uhulumeni kufanele asebenze nomphakathi,amabhizinisi kanye nezinyunyana zabasebenziukuthi kutholwe isisombululo ngalengqinambayokusweleka kwemisebenzi.

Wonke umuntu kufanele afake isandla ukwenzaukuthi umnotho ukhule futhi kudaleke amathubaomsebenzi. Uhulumeni kufanele a thuthukiseimfundo nokuqeqesha, aqikelele ukuthi imithethoeyenza ukuthi kube nzima ukusebenza iyaqaphel-wa.

Uhulumeni wethu uzimisele ukwenza ngendlelaentsha ukwenza ukuthi umnotho ukhulengokushesha nokudala amathuba emisebenzi.

Page 2: Zulu 2010 English guide 2005 new.qxd.pdf, page 2 @ … budget/2010/guides...fufusa nje ngalo wase Ningizimu Afrika imali isebenze ngokwedlulele ukuze izimpilo zabantu bakithi zithuthuke

Enquiries: Communications Directorate, Tel: (012) 315 5757, Web-site: www.treasury.gov.za

Ethula inkulumo yesimosesizwe uMongameliuZuma wethule uhlelo

lokuthuthukisa indlela uhulumeniasebenza ngayo. Lokhu kushoukuthi kuzocaca kamhlophe oku-fanele kwenziwe nguhulumeni.Ezemfundo, ezempilo, ukulwaubulelesi, ukuphucula amaphan-dle, ukudala amathuba omsebenzinokuthuthukisa izindawo zokuh-lala izinhlelo ezisemqoka ezi-fanele ukuphothulwa ngoka 2014.

Uhulumeni uzoqikelela ukuthiwonke umuntu uthola ugesinamanzi, nokuthi abantu baqe-qeshelwa ubuchwepheshe kwe-zokusebenza ngezimpompi,ukusebenza ngogesi, ukwakhanokulungisa izimoto abuye futhiaxhase amabhizinisi asemaphan-dleni.

Sekuningi okwenziwe ukusukelangoka 1994, kodwa kusekuningiokulindelwe ngabantu. Sandileisibalo sabantwana besikole

kodwa abaningi abasebangenilesithathu abakakwazi ukufundanoma ukubhala kahle. Miningiimitholampilo kodwa baningikakhulu abesimame abasashonabebeletha abantwana. Ziningiiziteshi zamaphoyisa, kodwaubugebengu busabhidlangile.

Kwezemfundo isibalo sabantwanaabakwazi ukufunda nokubhalaebangeni lesithathu singama 36 yiphesenti. Inhloso kahulu-meni ukukhuphula lesi sibaloukuya kuma 60 yephesenti ngoka2014. Kwezempilo abantwanaabangu 69 enkulungwanenibayashona unyaka nonyaka.Lesisibalo kufanele sincipheukuya ku 30 - 35 enkulungwa-neni.

Ongqongqoshe balindeleke ukuthibashicilele isivumelwanonoMongameli ngokuzokwenziwaiminyango yabo. Ungqongqosheobhekene nokuthi kusetshenzwakahle ehovisi lika Mongameli

uzosiza ukwenza ukuthiongqongqoshe beminyangoyonke bafeze okulindelekilemayelana nezidingo zom-phakathi.

Ukuhlela kanye nokubhekaindlela ekusentshenzwa ngayokubaluleke kakhulu kuhulumeniwentando yeningi. Noma kunja-lo, abahlali base NingizimuAfrika kufanele nabo babambeiqhaza ekwenzeni ukuthi uhulu-meni wenza okufanelekileyo.

Ezinye izinhloso zikahulumeniyilezi:• Ukwehlisa izinga lokuthele-lana ngesifo sengculazi

• Ukwehlisa ubulelesi ikakhu-lukazi ukugqekezwakwezindlu namabhizinisikanye nokuphucwa kwezi-moto ngodlame

• Ukuphucula izifundo zeziba-lo ne Sayensi

Isabelo semali sika2010 sikhombisa kahlekamhlophe ukuthi uhulumeni uzimisele ukwenzaokuningi ngokuncane kodwa uqikelele ukuthi aban-tu bayazithola izidingo zabo. Uhulumeni usebenzekakhulu ukonga imali kuyo yonke iminyango, kan-gako kuba kongiwe izigidigidi ezingamashumiamabinimanhlanu kanye namakhulu asithupha(25.6) zamarandi ezizosetshenziswa ukuh-langabezana nezidingo ezisemqoka njengezemfun-do nezempilo.

Bonke abasebenzela uhulumeni bafanele baseben-zise imali ngokucophelela. Labo abanenkohlakalokufanele bavezwe ukuze bajeziswe ngokomthetho.

Iqembu likahulumeni elibheka izindlela zokongaimali ela sungulwa ngo Ntulikazi kunyaka ka 2009liqhubeka ngokufuna izindlela zokuqinisekisaukuthi imali ayisetshenziswa budedengu.Uhulumeni uphinde wasungula iqembu elibhekenenokuvikela inkohlakalo kumathenda izoveza imi-phumela kunge kudala. Labo bantu noma izinkam-pani ezisolwa ngokwenza lomkhuba bazobhekananengalo yomthetho.

Kubalulekile ukuthi leyo madlana encane uhulu-meni ayitholayo inwebeke ukuze izidingo zom-

phakathi zifezeke. Abasebenzi nabo kufanelebaholelwe ngendlela efanele kodwa lokhu kun-gakhinyabezi umsebenzi kahulumeni. Abaphathibezikhungo zikahulumeni abafuna amaholoaphezulu kodwa babe bengawenzi umsebenziofaneleyo abahambisani nhlobo nomoya wom-thethosisekelo. Kufanele ukuthi eminothweni esa-fufusa nje ngalo wase Ningizimu Afrika imaliisebenze ngokwedlulele ukuze izimpilo zabantubakithi zithuthuke.

Uhlelo olusha lokuphucula ukusebenza kukahulumeni

Ukwenza okuningi ngengcosana

Amazwibela ngesabelo

• Izigidigidi ezingu 12.2 zamarandi zongezelweukunweba inani labantwana abazothola imaliyezenhlalakahle ukufika kwabaneminyaka engu 18

• Kongezwe imali engu 2.7 izigidigidi ukuthengaizincwadi zokufunda kanye nezokubala kwaphindakwanyuswa imali yokulekelela ezemfundo ephezulu

• Izigidigidi ezingu 15.1 zamarandi zizokhokhelaoothisha bezikole nabamakholeji eFET, abezempilokanye nalabo abasebenza emajele

• Abazokuvikela bazohlomula nabo kwizigidigidiezingu 2.2 zamarandi zokunyusa amaholo abo

• Izigidigigidi ezingu 8.4 zamarandi zibekelwe ukub-hekana nokunikeza abaphethwe ingculazi amaARV

• Izigidigidi ezingu 3.6 zamarandi zibekelwe ukuh-lela imikhombandlela yezezimboni

• Izigidigidi ezingu 2.5 zamarandi zabelwe izinhlelozemisebenzi yomphakathi

• 1 isigidigidi yabelwe ezokugcina umthetho• Kongezwe iR2.8 yezigidigidi zamarandi ukulungisaezokuhamba ezomphakathi, izingqalazizindazemigwaqo nezika jantshi

• I 2.5 yezigidigidi yabelwe ingqalasizinda koomasi-pala kanti i6.7 yezigidigidi izosiza ukunikaizinkonzo zesihle

• Isigidigidi sibekelwe ukuthuthukisa amaphandle,kanti i1.2 yezigidigidi zamarandi izolungisaingqalasizinda yamanzi nezangasese. 1.5 izigidigidizezingu izonikezwa iLand Bank ukuseka ukuphu-cula amaphandle

• Kongezwe 1 isigidigidi ukwakha izindawo zokuh-lala ne 0.5 yesigidigidi samarandi ukwakhaingqalasizinda yamanzi

Ezentela

• Intela yabantu izokwehla ngo 6.5 izigidigidi zama-randi

• Luzoyekwa uhlelo lokutomula intela kulaboabasebenzayo iSITE (standard tax on employees)

• Intela emafutheni okuhamba kanye nemali yokub-hekela abasezingozini zezokuthutha izonyuka nge25.5 ilitha ukusuka ngoka 7 Apreli 2010

• Iphakethe losikilidi abangu 20 lizobiza ngaphezulungo R1.24

• Ibhodlela lewayini elingama 750 ml lizonyuka nga-masenti angu 12

• Ikani likabhiya (340 ml) lizonyuka ngamasentiangu 6.5, kanti

• Ibhodlela likagologo lizonyuka ngo R2.22

Amazwibela ngesabelo eminyakeni emithathu elandelayo:

Imali yezentlalakahleRand 2009/10 2010/11Impesheni yabadala 1 010 1 080Imali enikwa abakhubazekile 1 010 1 080Imali esiza ukondla izingane 240 250Imali enikwa ukubhekela izingane ezingena bazali 680 710

Imali yokubhekela abadinga uku-nakekelwa 1 010 1 080

Imali yokubhekela amasoshaasekhulile 1 030 1 100

Imali yezenhlalakahle 240 250