echo edendale 20150409
DESCRIPTION
Echo edendale 20150409TRANSCRIPT
-
ECHO
edendale
Your 24/7 local connection FREE 9 April 2015
Aids helpline
0800012322
www.echopmb.co.za @echokzn PMB Echo
2
5
0
0
0
483 Church Street
Tel: 033 342 2466
www.modwayshoes.co.za
Size: 6-11
FROM
with
70 000 copies delivered
to Pietermaritzburg CBD, Edendale,
Howick and Mpophomeni. Dont
miss a chance to advertise in the
next issue.
Contact Gift Majola
on 033 355 1343
Safa umsindo
weSophies
Choice
NOMPENDULO NGUBANE
A
MALUNGU omphakathi owakhelene
nendawo edayisa utshwala eyaziwa
ngeSophies Choice eMbali Unit 1 athi
akhathele umsindo osuke ubangwa kulenda-
wo kusukela isonto liqala lize liyophela.
Ngokusho kwezinye zezakhamuzi ezikude
buduzenalendawo, ngenxayezinga lomsindo
kunzimangishoukuthi abantuabasukebehle-
zindawonyeebaleniukuthibazwaneumabek-
huluma.
Omunye weza-
khamuzi ocele ukuba
igama lakhe lingadal-
ulwauthe njengabantu
abakhelene nale
ndawo sebekuthola
kunzima ukuhlala kuy-
ona ngenxa yezinga
lomsindo, ikakhuluka-
zi ngempelasonto
lapho kusuke kukhona
oDJ abasuke bedlala umculo usho phezulu.
Lesi sakhamuzi siqhube sathi ngoMgqibelo
nangoLwesihlanu bayabikelwa ngoba basuke
bazi ukuthi umculo uzomemeza phezulu kuze
kulamuleisikhathisokuvala.SithenangeSonto
futhi kuba yiso leso umsindo usho phezulu
ngomculo nabantu abasuke bezophuza kule
ndawo bebanga owabo umsindo.
Omunye wezakhamuzi uveze ukuthi kuba
nzimakakhuluumangobalendawoisendawe-
ni eyakhelene nemizi yabantu kanye
namasonto amathathu angekude nayo.
Ngesikhathi kuphuzwa kule ndawo
kubangwa umsindo kuyadunyiswa kulama-
sonto, lokho akuvumelekile neze, sisho isa-
khamuzi.
UmnikaziwendawoiSophiesChoiceuMnu
Vusi Gumede uthe ngeke aze aphika ukuthi
umsindo uye ube khona ngoLwesihlanu nan-
goMgqibelo lapho kusuke kukhona o-DJ.
Ukuphikile ukuthi ngeSonto uyavula wathi
ngeSonto indawo yakhe ayivulwa.
Angikuphikiukuthiumsindouyabakhona
umakunguLwesihlanunangoMgqibelokodwa
ngiyengiqinisekiseukuthingivalangesikhathi
esifanele ukuthi kungabi
nenkinga emphakathini.
Kwesinye isikhathi
uma kade kunezikhangi-
so ezithile zohlobo
lotshwala umsindo uba
khonakodwayizekunjalo
indawo ivala ngesikhathi
esifanele.
Noma umsindo uba
khona kodwa kushaya
ihora leshumi nanye (11)
sekuvaliwe. NgeSonto angivuli yingakho nje
nginokudidekaumangizwaukuthikunabantu
abakhala ngokuthi kunomsindo obangwa
ngeSonto.
Abekhoabantu asebekebangazisauku-
thi bakhathazekile ngomsindo oqhubekayo.
Njengosomabhizinisi osebenza lapho kunom-
phakathi khona ngeke kwangijabulisa ukun-
ganami komphakathi ngoba ukhalaza ngom-
sindo.Umakunezikhalazoezinjengalezongiz-
ozibheka bese ngibona ukuthi ngabe kukhona
yini lapho umuntu angenza khonaushintsho,
kusho uGumede.
ISITHOMBE:NOMPENDULO NGUBANE
Indawo iSophies Choice eMbali Unit One ekhathaza umphakathi ngomsindo.
Fourday conference aims to grow
the spirit of entrepreneurship
NQOBILE MTOLO
THE Msunduzi Municipality is to host a four-
day investment conferenceandbusinessweek
aimed at marketing the city as an investment
platform, motivating developments along the
N3 corridor and encouraging entrepreneur-
ship in the Imbali and Edendale areas.
Initiallyproposedby theeconomicdevelop-
ment business unit, the conference and busi-
nessweekwill takeplace inMay.Theproposed
budget for the event is R998 958.
At an Executive Committee (Exco) council
meeting, councillor Eunice Majola supported
the staging of the event saying it will create
more investment opportunities for the city.
A report from economic development on
this event states that the aim is to provide inte-
grated business information and support po-
tential and existing businesses within themu-
nicipal area. The event is seen as an appropri-
ate platform for disseminating and sharing
knowledge to stimulate the local economy.
The targetmarket is registered and operat-
ing small, medium andmicro enterprises and
aspiringentrepreneurs inallmunicipalwards.
The event will also feature the informal trade
sector whereby issues affecting them will be
discussed.
The Msunduzis procurement unit has
awarded a period contract to service provider,
Anzomode (Pty) Ltd, to manage municipal
events and functions and it has been allocated
tomanagetheinvestmentconferenceandbusi-
ness fair.
Proposedpartners for theeventareuMgun-
gundlovu Municipality, the Department of Co-
operative Governance and Traditional Affairs
(Cogta), Department of Economic Develop-
ment and Tourism (DEDT), Small Enterprise
DevelopmentAgency(Seda),NationalEmpow-
erment Fund (NEF), Industrial Development
Corporation (IDC), Small Enterprise Finance
Agency (SEFA), Ithala Bank, National Youth
Development Agency (NYDA), KZN Provincial
Treasury, thebusinesssupportunit fromHula-
min and the KZN Trade and Investment.
>> Izakhamuzi zizwakalisa ukucikeka ngomsindo weshibhi
Angikuphiki ukuthi umsindo
uyaba khona uma kunguL
wesihlanu nangoMgqibelo
kodwa ngiye ngiqinisekise uku
thi ngivala ngesikhathi esifane
le ukuthi kungabi nenkinga...
-
NEWS
2
9 April 2015
edendale
ECHO
Kuzoqhubeka ukwakhiwa
kwesikole eFrance
We appreciate the work that tradi
tional leaders do. What I
dont understand is why
does the government have
to go through so much ex
pense while the country is
on its knees when it comes
to providing good service
delivery. They are asking
for so much, especially
with the cars.
We have mayors and ward councillors
who are getting an allowance, so why is
it a problem when traditional
leaders want the same. If
they want the cars, they
must be given the cars.
They are also working for
the people and deserve to
be taken care of. I support
them and I think its high
time the government
recognises them.
I think that is way too much to ask from
the government. Traditional leaders must
ask those benefits from their
own territories not from the
government. There will be
so much waste as they are
even naming the brand
of the cars they
want. It is unneces
sary and it must not
be allowed.
CRISIS
Ambulance: 10 177
Fire Brigade: 080 003 3911
Traffic Mpimpa Hotline: 086 221 1011
911 Control Centre, PMB: 033 391 1911
Lifeline (24hrs): 033 394 4444
Rape Crisis: 033 394 4444
MUNICIPAL
Water: 080 000 1868/033 392 2128
Electricity: 033 392 5098/5096/5029
Afterhours number: 033 392 5098
Traffic lights: 033 392 2205
Roads (drains, damage):
033 392 2047 or 033 392 2059
ESSENTIAL NUMBERS
Aids Help: 033 394 4444
Aids Hotline (tollfree): 080 001 2322
Gift of the Givers Careline:
033 342 2239/080 078 6786
Alcoholics Anon: 086 143 5722 or 033 345 6795
Famsa: 033 342 4945
Childline: 080 005 5555
Forest Fires: 033 330 8421
Safe City report crime via SMS: 083 767 7233
SPCA: 033 386 9267
EMERGENCY CHEMISTS:
Scottsville: 033 386 1029
Central: 033 342 1200/(a/h) 033 346 0550
Northdale: 033 387 1681
CONTACT ECHO
TELEPHONE033 355 1247
CLASSIFIEDS033 355 1343
POST PO Box 362, PMB, 3200
COMPLAINTS 033 346 2156
Bafuna kuphenywe ngokulahleka
kwamafayela eMbalenhle
>> Basola ukuthi antshontshwa ukuze asetshenziselwe umkhonyovu
NOKULUNGA NGOBESE
S
EKUQUBUKE izinsolo zokudayiswa
kwamafayela eziguli esegunyazwe
ukuthola imali yesibonelelo m
sikahulumeni sokugula emtholampilo
iMbalenhle eseUnit 3 Imbali.
Lezi zinsolo zalomkhonyovu zilandela
ukulahleka kwamanye amafayela azo
iziguli ezilanda imithi nyangazonke kulo
mtholampilo.
Lezi ziguliebeziwothaubomvuzitshele
iphephandaba iEcho ukuthi ukulahleka
kwamafayela azo kulo mtholampilo
sekuphenduke insakavukela umchilo
wesidwaba.
Zithi okufike kube kubi ukuthi kulahle
ka amafayela alabo abahola impesheni
yokugula noma eyokukhubazeka. Lezi
ziguli zithi kumanje sezifuna kungenelele
uMnyango wezeMpilo KwaZuluNatal
ukuzekuphenywekabanzi ukuthi alahleka
kanjani lamafayela.
Esinye seziguli esikhulume naleli
phephandaba kepha esingathandanga
ukudalulwa igama sithe ukulahleka
kwefayela laso sekwenzeke kabili kulo
mtholampilo, okokugcina udokotela
ugcine esitshele ukuthi abasavumelekile
ukuba babhale kabusha imininingwane.
Sikhuluma nephephandaba sithe:
Ngashaywa isifo sohlangothi eminyakeni
emibili edlule. Kuthe ngokuhlolwa odoko
tela, kwatholakalaukuthi angekengiphin
de ngikwazi ukusebenza. Udokotela
owayephethe udaba lwami wangenzela
incwadi engangizoyihambisa kaSouth
African Social Security Agency (Sassa)
ukuze ngihole impesheni yokugula.
Encwadiniangibhalelayona,kwakus
ho ukuthi sengiyohola impilo yami yonke.
NgoNhlolanja (February) walo nyaka
ngiyile esibhedlela ngiyolanda imithi
ngangabanankinga.NgokuqalakukaNda
sa (March), ngibuyele khona futhi njeng
enjwayelo okuyilapho ngifike khona
kuthiwa ifayela lami lilahlekile.
Kunalokho bekunefayela elinamaga
ma ami elingenayo nemininingwane
enomlando ngokugula kwami, nencwadi
le yokuhola eyayibhalwe udokotela.
Ngithe umangibuza, kwabhokwangolaka
kubuzwa ukuthi ngizoyenzani.
Uma ngibuyela kudokotela ukuthi
akangibhalele kabusha incwadi yokuthi
kumele ngihole ukuze ngingabi nenkinga,
wangitshela ukuthi umthetho omusha
awusavumi abhalwe kabusha amafayela
njengoba kunobugebengu obuningi.
Ungitsheleukuthisekuqhutshekwaku
lokho okubhaliwe.
Lesi siguli sithe akukhona okokuqala
lesi sigameko njengoba nangaphambilini
kwake kwenzeka. Esinye isiguli naso
esingathandanga ukudalulwa sithe ban
ingi nabanye abebelahlekelwa amafayela
kepha benganaki, baze banaka ngoba se
bebona ukuthi baningi abanye.
Sisola ukuthi kukhona okushaya
amanzi. Kungenzeka ukuthi kukhona
ukusebenzisananalabobezimpesheni no
ma singazi bayicisha kanjani iminining
wanekumafomu.Sikhulumanjekunaban
tu abayinqwaba esibaziyo abahola
impesheni yokugula kodwa bebe
bengenalutho.
Abanye baze basho ukuthi bazoyifu
na kanjani imisebenzi, ikhona imali
abazoyithola mahhala. Siyafisa ukuba
umnyango ungenelele ngoba akuchazeki
ukuthi angalahleka kanjani amafayela.
Kwabanye ayalahleka amafayela, bese
etholakala emva kwesikhathi esemfony
ozekile, kungaziwa ukuthi abehlezi kuphi.
Asifundisiwe impela ukuthi emithol
ampilonasezibhedlelakusetshenzwakan
jani, kodwa sinesiqiniseko sokuthi kukho
na okushaya amanzi, kuphetha ilungu
lomphakathi.
Okhulumela uMnyango wezeMpilo
uMnuDesmondMotha uthe: Umtholam
pilo awukaze uthole izikhalazo mayelana
nokulahleka kwamafayela eziguli.
Kunezindlela esenza ngazo ukuqinisekisa
ukuthi amafayela eziguli agcinwe
ngendlela ephephile.
Wonke amafayela anamagama nez
inombolo zikamazisi weziguli, okwenzel
wa ukuthi kungabibikho okusebenzisayo.
Yize kunenkinga yokushoda kwendawo
yokubeka lamafayela, umtholampilo
usuqhamukenendlelaentshaukuqiniseki
sa ukuthi amafayela aphephile, futhi
atholwa iziguli kuphela nalabo
abagunyazwe ukuwakhipha.
Amafayelaagcinwa iminyakaemihla
nu, emva kwalokho bese eyalahlwa.
Kunolunye uhlelo lokugcina amafayela
ukwenzela ukuthi iziguli zingabi nenkinga
uma ngabe amafayela azo esegcwele.
Umtholampilo ulindele ukusebenzisa
uhlelo olusha lobuchwepheshe, njengoba
sekufakwe namakhompyutha. Uma kuk
hona iziguli ezikusola njengobugebengu,
ziyakhuthazwaukuba zibekele amaphoyi
sa kunombolo yawo yamahhala engu
08600 10111.
ISITHOMBE: NOKULUNGA NGOBESE
Umtholampilo waseMbalenhle osol
wa ngokulahla amafayela eziguli.
NOMPENDULO NGUBANE
>>nompendulo.ngubane@my
echo.co.za
KUZOQHUBEKA ukwakhiwa
kwesikole samabanga aphezulu
Umvuzo eFrance, eMpumelelo
emva kokuba kume isikhashana
ngenxa yezinkinga zokuphela
kwezimali zokuqhuba lo bhazab-
haza wesikole.
Ukuqhubeka kokwakhiwa
kwalesi sikole kuqinisekiswe
ikhansela lendawo uMnu Bongani
Dlomo othe nakanjani ngenyanga
kaZibandlela (December) lesi siko-
le izondonga zaso zizobe sezimile
futhi sesiqediwe ukwakhiwa.
Lesi sikole sakhiwe lapho
bekuyinkundla yezemidlalo
eFrance. Kuzokhumbulekaukuthi
kuke kwasuka umsindo mayelana
nokwakhiwa.
Umphakathi wakule ndawo
wawungayizwa kahle eyok-
wakhiwa kwesikole kule nkundla,
unemibuzo yokuthi uma kwakhi-
wa isikole ezemidlalo zizodlalel-
waphi njengoba inkundla iyodwa
kule ndawo.
Emva komdonsiswano isikole
sigcine siqaliwe ukukwakhiwa
kanti futhi uDlomo uthe uthole
okukhuluukwesekwaumphakathi
mayelana nale ntuthuko yesakhi-
wo sesikole uma usubona sesiqal-
iwe ukwakhiwa ngonyaka odlule.
Kube nomkhulu umsindo
ngesikhathi kuhlongozwa uk-
wakhiwa kwaso.
Amanye amalungu omphaka-
thi alwa eyokuthi uma kwakhiwa
isikoleezemidlalozonangabezizo-
dlalelwa .
Bekunesidingo esikhulu
sokwakhiwa kwesikole njengoba
isikole samabangaaphezulu lapho
kufunda khona izingane singekho
esimeni esigculisayo.
Ukwakhiwa kwalesi sikole
kuzoshintsha izimpilo zabazali
bezingane okuyizona ezifunda
kwisikole Umvuzo kuphinde kusi-
zakale nabo abafundi besikole
Umvuzo, kusho uDlomo.
Uthe kuke kwaba nesimo
sokushodakwezimali esibuye sen-
za ukuthi uhlelo lokwakhiwa
kwesikole lume kodwa,.
UDlomo uthe sekuqinisekisiwe
ukuthi lo luhlelo lokwakhiwa
kwesikole luzoqhubeka kuyo le
nyanga uMbasa (April) noma
ngoNhlangulana (June).
Engingakusho ukuthi isikole
sikhulu kakhulu noma ngingeke
ngaba nesiqiniseko sokuthi ama-
gumbiokufundelamangakikodwa
wona anele bonke abantwana.
Okuzokwenzekaukuthikuyothi
nje uma siqedwa bese abafundi
besukabezofundaesikoleni esisha
esiyobe sesiphelile, kubeka uDlo-
mo.
We are living in a democratic
country where every individ
ual is entitled to his or
her own right. If tradi
tional leaders feel they
need to discuss that
with government, so be
it. If the government
agrees with what they
want then we will have to
live with it and move
on.
Nosipho Mthembu
Traditional leaders want spousal benefits
NOMPENDULO NGUBANE
>> nompendulo.ngubane@my
echo.co.za
THE National House of Traditional
Leaders said at the Commission for
the Remuneration of Public Office
Bearers that they want the
government to sponsor them with
spousal benefits, including
MercedesBenz SUVs, and furnished
homes with washing machines and
dishwashers.
Fever spoke to people and asked
them their view on their requests.
Senzo Mdunge
Bright Dimba
Kholosa Magudu
-
ATM INSTORE
WHY PAY MORE? WHY PAY MORE?
WHY PAY MORE? WHY PAY MORE?
WHY PAY MORE? WHY PAY MORE?
Uma uthenga imithi kwa-Ballims Pharmacy, ayikho imali
oyikhokhela ukusizwa, kanye nemali ekhokhwa ngaphezulu.
Uthola amanani aphansi kanye nosizo olusezingeni eliphezulu.
TRADITIONAL AFRICAN MEDICINES
450 Church Street PMB (opp. Asmalls) Tel: 033-345 3130
SAVE
R
10
SINUS
Buy 1 for R55
Buy 2 for R100
SAVE
R
2
INYONGO MIXTURE
Buy 1 for R7
Buy 2 for R12
SAVE
R
5
IZIFOZONKE 500ml
Buy 1 for R15
Buy 2 for R25
SAVE
R
10
NGOMA 500ml
Buy 1 for R85
Buy 2 for R160
SAVE
R
10
CD PLUS
Buy 1 for R70
Buy 2 for R130
MOYA-MED BONES
Buy 1 for R90
Buy 2 for R170
Buy 1 for R90
Buy 2 for R170
Buy 1 for R55
Buy 2 for R100
SAVE
R
10
SAVE
R
10
SAVE
R
10
TOUCH LIFE ARTHRITIS
Buy 1 for R55
Buy 2 for R100
SAVE
R
10
MAZ IMMUNE BOOSTER
Buy 1 for R45
Buy 2 for R80
SAVE
R
10
MOYA-MED DETOX
PILES
Throat
Spray
R
15
Similar to Medi-Keel
SAVE
R5
CIPEX
R
17
Similar to Vermox
Suspension
SAVE
R10
Y
ou
r
P
h
a
rm
a
cy
of
C
h
oi
ce
29
95
One A Day
Similar to Centrum
30s
Vitamins
Similar
SAVE
R60
Painblok
26
99
100s
Similar to Panado
SAVE
R50
R
10
100ml
Castor
Oil
Vest
R
12
Similar to Vicks
50ml
SAVE
R15
MANGOSTEEN
Capsules 60s..........
R
160
Xango 750ml...........
R
350
Juice 310ml............
R
20
R
50
30s
IMMUNE BOOSTER
GREEN
+
CROSS
For Both
R
520
+ FREE HANDBAG
Many Styles Available
GREENGREENGREEN
Matla
Both
60 Capsules
SONJOINT
GARCINIA
R
125
R
115
+ Free Detox
Healing Pads
9 April 2015
edendale
ECHO
NEWS
3
Isoka likhiphe
isidumbu nge whatsapp
>> Kuthiwa like lazama ukubulala le intombi yalo phambilini kodwa alangaphumelela
NOKULUNGA NGOBESE
U
SHAQEKILE umphakathi
wasendaweni yaseSlenge
Esigodini ngesenzo sokub-
ulawa ngesihluku kwentombaza-
neyendawoetholakale inqunyiwe
ngeledlule.
Kubikwa ukuthi uNksz Ningi
Ntombela (24)ugwazwe isoka lak-
helaqedalamnqumauqhoqhoqho
esikhotheni ngaphandle kwaku-
bo.
UmfowabokamufiuMnuSipho
Ntombelaokhulumene-Echouthe
namanje umndeni usashaqekile
emva kokuba omunyewomakhel-
wane ehlabe ikhwelo ngalesi sen-
zo.
Umsolwa olinganiselwa emin-
yakeni engama-24 kuthiwa ube
eseboshwakhonalapho.UNtomb-
ela uthe yize bengazi kahle ukuthi
kusukephi,inkingaiqalengomyal-
ezo kawhatsapp obuphakathi ku-
kamufinobabawenganeyakheas-
ahlukana naye.
Uthe: Umsolwa uthole ukuthi
umufi ngathi ubesenokubuyisana
nobabawengane yakhe eneminy-
aka emibili. Uqale wayomcuthela
eMkondeni lapho esebenza kho-
na, lapho efika wamklinya kanti
ngebhadi kunamlaungu ompha-
kathi ambonayo wagcina ngoku-
myeka.
Ugcineeseshisaumuziabeqa-
she kuwo. Emva kwalesi gameko
uzamile ukumncenga, bagcina
bexolelene waze wasuka eMkon-
deni wayohlala kubo Esigodini.
Thina siwumndeni besazi ukuthi
useMkondeni,sishaqekileumase-
sitholaumyalezoukuthinangues-
edindilize phansi.
Into esiyibonile ngeke siphin-
de siyikhohlwe ngoba yize en-
gamnqumanga ikhanda, uqhoq-
hoqho ubuzibonakalela.
UNtombelauthiyizebebengazi
ngokuxabana phakathi kwalezi
zithandani, umsolwa besekuyinto
ayihlelile njengoba eke asongela
ukuthi uzobulala udadewabo ne-
soka lakhe.
Sishaqekile, izinto ezinjena
besijwayele ukuzibukela kude,
kodwa sizibone eduze, kusho ye-
na.
Amalungu omphakathi asi-
bonile lesi sigameko kepha an-
gathandanga ukudalulwa athi
ashaqekile njengoba kungokoku-
qala ngqa kwenzeka into enjena
kule ndawo.
Okhulumela asePlessislaer
uKaputeni Musa Ntombela uku-
qinisekisile ukuthi umsolwa ubo-
shiwe endaweni yesigameko.
Uthe: Umufi ubenamanxeba
okugwazwa emqaleni, elinye libe
semhlathini wesokudla. Si-
yabonga kakhulu kumaphoyisa
esiteshi i-Plessislaer okuyiwona
asukume ngokuphuthuma enda-
weni yesigameko. Umufi ufihlwe
ngoMgqibelo.
ISITHOMBE:NOKULUNGA NGOBESE
UMnu Sipho Ntombela ephethe isithombe sikadadewabo uNksz Ningi
Ntombela obulawe ngesihluke Esigodini ngeledlule.
Kuphele inkunzi kwadaleka imisebenzi ehlathini laseFrance
NOMPENDULO NGUBANE
>>nompendulo.ngubane@my
echo.co.za
KUSHAYEKE izinyoni ezimbili
ngetshe elilodwa kuqedwa ihlathi
ebeseliphenduke isizinda sobuge-
bengu, kwadaleka imisebenzi
njengoba kwakhiwa amafulethi
kamasipala nje endaweni
yaseFrance.
Abantu abebeyizisulu zalobu
bugebengu yilabo abebesebenza
eMkhondeni njengoba bebanjwa
inkuzi kuleli hlathi beya noma
bephuma emsebenzini. Kodwa
manjesekuqashweabantuabang-
u-40 abenza imisebenzi ehlukah-
lukene kwakhiwa amafulethi
agudle emgwaqo uRegie Radebe
(Richmond).
Ikhanselalikaward13okukho-
na kuyo indawo yaseFrance,
uMnu Bongani Dlomo, lithe
ukwakhiwa kwala mafulethi ku-
vuleleamathubaomsebenziaban-
tu baseFrance ngokwezindawo
zabo ngokuhlukana kwazo.
UDlomo uthe lolu hlelo luqale
ngonyka odlule kanti kubhekeke
ukuthi luphelengonyakaozayo la-
pho kuyobe sekuqediwe kanti
nabantu abafanele nabo bayobe
sebeqalaukuhlala kuzo lezi zindlu
eziwuhlelo loMsunduzi Housing
Association. Uthe ukuvuleka
kwale ndawo ikhanye futhi
kwakhiwe kuyona kusize kakhulu
ekuqedeni ubugebengu obese-
budlangile, ikakhulukazi kubantu
ebasuke beya noma bebuya
emsebenzini eMkhondeni.
Kuyinto ejabulisayo kakhulu
ngoba sishaye izinyoni ezimbili
ngetshe elilodwa. Lokhu kuchaza
ukuthiubugebenguobebudlangile
buphelile ngoba le ndawo
isiyakhanya futhi kwaphinde
kwavula namathuba omsebenzi
kubantu bendawo. Kunabantu
abalinganiselwa kuma-40 abaqa-
shiwe kulolu hlelo. La bantu
bahlukene ngokwemisibenzi
abayenzayo.
Kukhona abakwazi ukwenza
izitini, abakhayo nabenza
okunye okuhlukile emsebenzini
wokwakha.
Kuyajabulisa ukuthi kuvule
amathuba ukuze abantu bahlom-
ule futhi basebenze ukusiza
imindeniyabo. Siyiwadi silan-
dele imigomo efanele ekuqasheni
ngoba siqashe abantu ngok-
wemisebenzi yabo futhi sathatha
ezindaweni ezahlukene khona
ewadini, kusho uDlomo.
Ukubekekwacacaukuthiama-
fulethiayafananamanyeamafule-
thi ohlelo loMsunduziHousingAs-
socitionkanti nawokuzolandelwa
imigudu efanele lapho sekufanele
ukuthi kube nabantu abazohlala
khona.
Abantu bazobhalisa bese-ke
kubhekwa ukuthi ngabe kufanele
yini bazohlala kuwona. Azobe
amukela abantu abafanele ukuthi
bazohlala kuwona kulandelwa
imigudu efanele.
Okubalulekekakhuluukuphe-
la kokugetshengwa kwabantu
kuyo leya ndawo ngoba besikhat-
hazekilekakhulungayo,kuqhuba
uDlomo.
Okhulumela uMsunduzi
Housing Association uNkk Ivor
Caldecott uthe kusukela lolu hlelo
lokwakhiwa kwalamafulethi
luqalile luthole ukwesekwa
okukhulu.
Uhlelo luqale ngoLwezi
ngonyakaodlulekantikulindeleke
ukuthi luphele ngonyaka ozayo.
ISITHOMBE: NOMPENDULO NGUBANE
Ihlathi lapho sekwakhiwa khona amafulethi eFrance ngasemgwaqweni
uRichmond kanti azophela ngonyaka ka2017.
Motorists owe
municipality
millions
NQOBILE MTOLO
DRIVERS owe the Msunduzi
MunicipalityastaggeringR70 mil-
lion in unpaid traffic fines.
MsunduziMunicipalityspokes-
person Nqobile Madonda said the
number is steadily increasing.
When Echo asked Madonda
what action the municipality is
taking to recover that amount she
said they rely on the payment of
fines over the counter, adding that
there is not enough manpower in
the traffic department to dealwith
the demand.
Like any other similar institu-
tions, the demand exceeds the
supply, she said.
She said themunicipality plans
to collect R15 million fromdrivers
before the end of the 2014/2015
financial year.
On whether the 50% amnesty
will be implemented, she said this
decision remains the prerogative
of council.
The money collected for traffic
fines is used toaddress servicede-
livery needs, but the municipality
is not solely dependent on this
money to execute operations.
The municipality is not de-
pendent solely on traffic fines to
function. Motorists are urged to
continue paying their traffic fines.
This may be done Monday to Fri-
day during office hours.
She urged drivers with out-
standing traffic fines to pay at 21
Washington Road, at the Pieter-
maritzburg Magistrates Court on
the corner of Otto and Church
streets and on the first floor of the
Pelham Tea Room.
-
571 Hoosen Haejee (Berg), Pietermaritzburg Street, Fax: 033 345 7867 Tel: 033 345 6504
No Traders, We have The Right To Restrict Quantities, ValidWhile Stock Last, E&OE,
Trading Hours: Mon-Fri 7:30am - 5:30pm, Sat 7:30am - 5pm, Sun 8:00am - 3pm, Closed Friday Between 12pm - 1pm
Valid From 09 Apr - 15 Apr 2015
Airtime Available At Till Pionts
OPEN ON SUNDAYS
4.95
Dailys
Soap 500g
13.95
Brite-lite
Green Bar 3s
59.95
Sunfoil
Cooking Oil 4lt
10.95
Knorrox
Soup Bag 400g
12.95
Knorrox
Cubes 24s
PEOPLES
PEOPLES
SUPERMARKET
SUPERMSUPERMARKETARKET
YYOUR LOOUR LOW PRICE LEADERW PRICE LEADER
119.95
169.95
Real Star
Maize Meal 25kg
Royal
Parboiled Rice 25kg
64.95
Real Parboiled
Rice 10kg
59.95
Rainbow
Parboiled Rice 10kg
89.95
Golden Cloud
Cake Flour 12.5kg
69.95
Royal
Sugar Beans 5kg
16.95
Robertsons
Rajah Mild & Spicy 200g
12.95
16.95
Imana No 1 Soup
400g
Imana Soya Mince
Chilli Beef/Mutton 400g
24.95
34.95
15.95
Island Thirst
4lt
Kelloggs
Corn Flakes 1kg
Star Toilet
Tissue 10s
GET
FOR
4
10.00
Nations Choice
Lemon Creams 150g
17.95
Jabulani
Maas 2lt
Instore
Special
Spar-letta
Cooldrink 2lt
-
SIZIPHOLELE
>> Send your entertainment news to
Songbird appeals
for sponsorship
>> I have collected part of the R28 000 needed
NOMPENDULO NGUBANE
>>nompendulo.ngubane@myecho.
co.za
S
INETHEMBA Mkhize (16), a
Pietermaritzburg songbird
is appealing for sponsorship
for her trip to Germany in June.
Sinethemba, a pupil at Carter
High, is one of the KZN Youth Choir
members who is to compete on an
international level there.
The self-confessed songbird
started her journey to Germany by
entering the first phase of auditions
that took place last year.
She was successful in the first
phase and went into the second
phase where she was chosen to be
one of the choir.
Apart from being amusic fanatic
andasecondaltosingerSinethemba
said that going to Germany will be
openingmanydoors forher in terms
of learning more about music as a
whole.
I havemanaged to collect part of
the R28 000 that is required for the
two-week trip to Germany.
The sponsorship Sinethemba is
appealing for will cover accommo-
dation, clothes and necessities the
trip requires.
Being part of the choir has been
a dream come true and it is some-
thing I have been wishing for ever
since I realised that I ampassionate
about music.
My hands are open for any kind
of sponsorship I can get. It could be
money,clothesoranydonationthat
people are able to give me. I am
passionateaboutmusicandamdo-
ingwhat I love.Music ismy second
choice and Im planning to make it
a career and an investment, said
Sinethemba.
She isalsopart of thedance rou-
tine for the traditional song theywill
perform in German.
The KZN Youth Choir is leading
in the province and we are taking
over the country.Wealso feelweare
not givenasmuch recognitionaswe
should - going toGermanywill bean
indication that we are the best, she
said.
Those who wish to sponsor
Sinethemba can phone her on
079 780 2859.
PHOTO: SUPPLIED
Sinethemba Mkhize is appealing for
sponsorship for her trip to Germany
in June with the KZN Youth Choir.
SOCIALS
12
9 April 2015
edendale
ECHO
MY ECHO
SOAPIES
GENERATIONS
THULI agrees to have a beer
with the woman who ruined her
marriage. Karabo is mortified by
what goes down during Ezwenis
big night. Mazwi manipulates
Simphiwe to cover up his own
guilt. Karishma tells Gadaffi their
affairisover.LucywantsFezekato
help fix the mess she created.
ISIDINGO
Sizwe is the target, but Zukisa
stands with her man. Rajesh
struggles towithholdZaks bomb-
shell from Priya. Its the day that
Priya is due to go through her di-
vorce procedure, but Rajesh ar-
rivesonherdoorstepwonderingif
theyre not making a mistake.
Barker tempts Sizwe into an alli-
ancebyplayingontherisktoZuk-
isa. Priya is in two minds about
males and exercise.
SCANDAL
Someone,guiltyof incitingavi-
olent incident, is stunned when
the plan goes wrong. Anzani re-
ceives devastating news about
Lerumo. Lindiwedecides tomake
amends ina fashionwhichwill re-
quire courage. Lerumo is thrown
a potential lifeline and Anzani is
entrusted with taking care of the
details. Gloria walks in on some-
thingscandalousandayoungman
hastobribehertokeepquietabout
it.Anzaniisguttedtolearnthather
wish to save Lerumocannot come
true.
RHYTHM CITY
Tshego confronts Lerato about
her relationship with David.
Thandeka plays on Leratos inse-
curities. Niki uncovers something
incriminating about Nox. Jafta
andsisBeehavetomakeaverydif-
ficult decision about their rela-
tionship. When Doc helps Lerato
recapture how she felt singing in
front of the audience last night, it
leads toapassionatekissbetween
them. Thandeka is not thrilled to
discover that Lerato spent the
night with Doc.
MUVHANGO
Thandaza gets a harsh recep-
tion when she arrives in the royal
house. Ndalamo drums up anti-
Thandaza sentiment in Thathe.
Things are heating up in Thanda-
zas kitchen. Will she be able to
handle the heat? Tryphina plants
a seed in Moritis head about Ler-
umo.Carolisthrilledwiththegood
news.
PHOTO: SUPPLIED
Connie Furgeson plays Karabo in
Generations The Legacy.
Holiday shopping with family and friends
Out and about (from left) Cumani Makhathini,
Asanda Makhathini and Banele Makhathini.
PHOTOS: NOKULUNGA NGOBESE
Samkelo Mthembu (left) and Siyanda Mthembu.
E
Zenani Majozi (left) and Nontokozo Majozi. Nomcebo Ngwenya (left) and Stuma Esdna.
Out and about at Harry
Gwala stadium
PHOTO: SUPPLIED
In Pietermaritzburg with Miss Kaizer Chiefs (Elandskop branch) Nondu
Jozana, is Kaizer Chiefs midfielder George Lebese.
-
SIYAYA: 441 PIETERMARITZ ST/ 444 HOOSEN HAFFEJEE ST - TEL: 033 342 1100
MID TOWN: 367 PIETERMARITZ ST - TEL 033 345 9595 KWEZI: 575 HOOSEN HAFFEJEE ST - TEL: 033 394 5034
E&OE
Prices Valid from 09 - 19 April 2015
WIN 1 of3
DATSUN GOs
Ts & Cs
11
99
5x65g
32
99
48s
114
99
16x150g
194
99
24x125g
29
99
50x20g
29
99
12x150g
49
99
12x125g
42
99
6x500ml
106
99
6x450g
52
99
10x1kg
59
99
6x1lt
71
99
6x100g
66
99
6x400ml
64
99
12x50ml
64
99
48s
229
99
25x400g
166
99
15x1kg
41
99
10x100g
94
99
12x520g
59
99
12x1lt
29
99
6x250ml
44
99
6x2lt
26
99
6x440ml
129
99
12x750ml
89
99
12x500ml
329
99
12x2lt
69
99
12x375ml
104
99
6x4x440ml
19
99
48x25g
18
99
12x50g
30
99
50x22g
19
99
50x16g
17
99
12x50g
17
99
25x25g
13
99
12x50g
26
99
1.75/1kg
7
99
50/72s
33
99
48s
10
99
72s
39
99
24s
8
49
50s
15
99
6x300ml
Mixed
Fruit/
Apricot
Pallet PriceR28.99
Case PriceR95.00
10 Case or more
R42.99 p/case
Case Price
R7.69 p/pack
Mini Bars
TRADERS SPECIAL
TRADERS SPECIAL
-
CLASSIFIEDS
14
9 April 2015
edendale
ECHO
SIBIYA
FUNERAL
SERVICES
UHLELO 1. COFFIN
Ukhokha R160 nyangazonke, amalunga ayishumi.
Okutholayo: Coffin, Imali, Hears, cross, gown, itende
lasekhaya, itafula, izituli, kanye negroceries...
SINOHLELO LOBUNAZARETHA
Ukhokha R180 nyangazonke, amalunga ayishumi. Okutholayo:
sikunika uhlaka lwe Casket olwehla ngomshini, Imali, Hears,
gown, cross, itende lasekhaya, itende lasemathuneni, itafula,
izituli, indleko zikaDokotela siyakukhokhela thina, kanye
negroceries...
UMASINGCWABISANE WETHU AWUYIKHETHI IMINYAKA NEZIBONGO, UBA YILUNGA EMVA KWEZINYANGA EZINTATHU UMA UYILUNGA ELISHA,
KEPHA UMA UVELA KOMUNYA UMASINGCWABISANE KADE UKHOKHA KAHLE UBA YILUNGA NGALESO SIKHATHI. UMA UHLALA EDOLOBHENI
UZONGCATSHELWA KHONA UTHOLA U R1 000,00 SIKUTHENGELA UMGODI, IBHASI KANYE NEGROCERIES. UMA UHLALA EZINDAWENI ZASEMAKHAYA
UNGCWABA KHONA UTHOLA UR2 000,00 KANYE NE GROCERIES.
WONKE AMALUNGU ETHU ATHOLA LE GROCERY KULOLUHLELO OLUSHA.
10 kg sugar, 10 kg flour, 10 kg rice, 10 kg mealie meal, 2 x 5 kg imithombo, 5 litre cooking oil, butternut,
potatoes, onions, tomatoes, 1 portion chicken bag, 1 case cool drink, 1 case beer kanye nenhloko yenkomo.
WOZAUZOZIZWELAEMAHHOVISIAKWA
SIBIYAFUNERAL. SITHOLAKALAPMB-KU
413 BOOM STREET, WARTBURG, DALTON,
GREYTOWN FONELA:
033 345 2385 / 033 503 1956 / 072 700 1800
ESCOURT OPP TAXI RANK: 071 657 9742
PINETOWN (BEHINDMCDONALDS): 079 203 7376
PMB ONLY SIVULA MASONTO ONKE!!! SUNDAY 8am - 2 pm
UHLELO LWE CASKET
Ukhokha R200 nyangazonke, amalunga ayishumi.
Okutholayo: Half view Casket,
R1000, Hearse, cross, gown, itende lasekhaya, umgodi
(if town), indleko zaDokotela itafula, izituli, itende
lasemathuneni, umshini, amadlelo aluhlaza kanye
negroceries...
PMB OFFICE: 033 345 2385/079 201 5978
2015 PRICES FOR NEW MEMBERS
ABAKWA
SIBIYA FUNERAL SERVICES BAFISELA WONKE
AMAKHASIMENDE ABO IPHASIKA ELIHLE.
NISHAYELE NGOKUCOPHELELA
UZONGCATSHELWA KHONA UTHOLA U R1 000,00 SIKUTHENGELA UMGODI, IBHASI KANYE NEGROCERIES. UMA UHLALA EZINDAWENI ZASEMAKHAYA
KHAYELIHLE
F
u
n
e
r
a
l
S
e
r
v
i
c
e
s
40 Langalibalele Street
Tel: 033 345 9141
Cell: 082 693 3574
MKHIZE
Roller
1944-04-25-2015-04-02
Obengowase Sweetwater-
Okhalweni Uzofihlwa
ngoMgqibelo emathuneni
aseMountain Rise
Ngemva kwenkonzo ezoba
sekhaya ngo 10 ekuseni.
KHAYELIHLE
F
u
n
e
r
a
l
S
e
r
v
i
c
e
s
40 Langalibalele Street
Tel: 033 345 9141
Cell: 082 693 3574
SIKHAKHANE
Ntombinjalo Legina
1956-12-17-2015-04-01
Obengowase
Mooiriver- Oakspring
Farm Uzofihlwa
ngoMgqibelo
emathuneni asekhaya
Ngemva kwenkonzo
ezoba sekhaya ngo 10
ekuseni.
KHAYELIHLE
F
u
n
e
r
a
l
S
e
r
v
i
c
e
s
40 Langalibalele Street
Tel: 033 345 9141
Cell: 082 693 3574
NDLOVU
Jabulani Nduduzi
1962-12-24-2015-04-04
ObengowakwaPata,
Vubamasi Uzofihlwa
ngoMgqibelo
emathuneni
aseMountain Rise
Ngemva kwenkonzo
ezoba sekhaya ngo
10 ekuseni.
KHAYELIHLE
F
u
n
e
r
a
l
S
e
r
v
i
c
e
s
40 Langalibalele Street
Tel: 033 345 9141
Cell: 082 693 3574
DLADLA
Derrick Boyi
1950-06-22-2015-04-01
Obengowase Luganda
Uzofihlwa ngoMgqibelo
emathuneni ase Ashley
Ngemva kwenkonzo ezoba
sekhaya ngo 10 ekuseni.
Readers are urged to
exercise caution when
responding to any
service and/or product
advertised.
The newspaper
accepts no
responsibility for the
validity of claims
and offers contained
within any adverts and
accepts no liability
stemming from the
use of the advertised
services and/or
products.
Delete loans to get 3x
salary. Short boys to bring
money. Magic wallet,
magic ring, magic stick
and oil to win. Remove evil
spirits and bad luck. Chase
tokoloshe. Bring back lost
lovers, all men and women
problems. Try to make
your dreams come true.
Boosting business and get
clients.
PAY AFTER JOB IS DONE.
063 072 2248
DR BEN
BABA MUSA
100% Results
1. Lost lover
2. Marriage spells
3. Business spells
4. Luck spells
5. Money spells
6. Success spells
7. Protection spells
8. Magic rings and
wallets
9. etc
Call 083 643 7209
Only Appointments
PMB AND DURBAN
PROPHET BABA
VILAKAZI
Uses strong spiritual powers for:
Bringing back lost lovers
Make your lover love you alone and stop cheating
Muthi for winning lucky games, casino, lotto and
betting
Enlargement of hips, bums, breast and manhood
Magic wallet, short boys and amagundane to bring
money to your house
Promotion and finding a new job
Delete loans and get new ones
Sandewana oil
Call prophet on 073 800 0515 - PMB
DUMBA
083 637 7568
100% GUARANTEED
Ubuyisa isithandwa, akufonele
10mins R100
Ukukhulisa amahips R100
Amagundane alanda imali R420
Wallet magic eletha imal,
10 mins R250
Imali esheshayo engena ebank,
20mins R380
Scratch cards lotto/ casino R100
Bheka mina ngedwa R80
Sula izikweletu, 15mins R220
144
Houses for Sale
IMBALI 18: Site R85 000
IMBAL I 2 : 4 bed s
R350 000
COPSVILLE: 3 beds
R380
ASHDOWN: 4 room
R260 000
IMBALI 18: 6 room
(newley build) R490 000
Thabane 083 978 5297
IMBALI : 2 bed room
R285 000.
EASTWOOD: 3 bedroom
R420 000.
CENTRAL: 3 bedroom flat
R450 000.
COPESVILLE: 3 bedroom
R295 000.
NORTHDALE: 2 bedroom
R450 000.
3 bedoom plus 2 bedroom
o/b R650 000.
RIDGE PARK: 3 bedroom
R695 000.
IMBALI: Site R135 000.
Call 078 183 1757
UNIT 3: R595 000, 3
bedroom
UNIT 13: R395 000 2
bedroom
UNIT J: R550 000 3
bedroom
UNIT CC: R650 000 3
bedroom
EDENDALE: Vacant land
R240 000
UNIT BB: Vacant land
R130 000
PAMORAMA: R560 000 3
bedroom
071 438 4701
10
IS A SMALL
NUMBER THAT
CAN MAKE A
BIG
DIFFERENCE!
Please consider the
positive impact you can
make by donating to
COMMUNITY
CHEST
up to 10% of your profit from
the items youre selling
http://www.community
chest.org.za/
Tel: 033 394 1031
100% donated
is 100% distributed
SMS CHEST to 40838
to donate R20
144
Houses for Sale
classifieds
ECHO
A CLASS
ABOVE
THE
REST
PLACE AN ADVERT BY CONTACTING
OUR CLASSIFIEDS LERATO CHAKA:
Phone: 033 355 1163
Email: [email protected]
Fax: 033 355 1188
THIS ONE DAY SPECIAL
PRAYER FIXED MY MARRIAGE &
FINANCIAL PROBLEMS
6 Years ago my life was a mess. My husband had left me and my
children were always sick. Luckily I saw a testimony on the local
TV station about prayers offered by Professor Osmon. When they
prayed for a divorced lady who united with her husband after 9
years of divorce and he was also saved from drugs. I paid R200
for consultation with Osmon. They used the mirror and showed
me faces of the people who were trying to pull me down. I was
given powerful love crystals, Indian ash plus a special ring to fix
my financial problems, within 3 days my husband returned, now I
am happily married, I was promoted at work, I recommend him to
anyone who has anyone who has marriage, financial problems and
unfinished jobs. Do you want to give birth and feeling helpless,
heart broken & financially miserable
Contact Number: 073 981 2429 Pietermaritzburg up town
-
9 April 2015
edendale
ECHO
MOTORING
15
echoAuto
New Yorkshown
Lexus RX heads for SA
>> Details for SA launch will be announced later
L
EXUSS fourth generation RX made its
debut at the 2015 New York auto show,
sportinganewbody, redesigned interior,
longer wheelbase and the latest in safety and
technology from the automaker.
The RX SUV, the best-selling model in Lex-
uss26-yearhistory,measures4.8mlong,1.8m
wide,1.6 tallandhasawheelbaseof2.7m.The
rangewillbepoweredby3.5-litreV6petroland
V6 petrol-hybrid engines.
Its expected to be launched later in Europe
towards theendof2015.Details andspecifica-
tions for South Africa will be announced later.
AtthefrontithasnewaversionofLexussig-
naturespindle-grilledesign,chromedtrimand
triple L-shaped LEDs. It has redesigned fog-
lights and assertive flares to its frontwings. Its
blacked-out C-pillars, create what Lexus calls
a floating roof effect, and its new 20 alloy
rims can be fitted with coloured inserts.
At the rear, the all-wheel drive RX has been
enhanced with L-shaped taillights that wrap
around its flanks.
Inside it has new laser-cut wood ornamen-
tation, sunroof, a large head-up display and a
31cm screen. The rear seats can be heatable
and power-adjustable.
ThenewRXwill beavailable (dependingon
market) with an upgraded 3.5-litre V6 petrol
capable of 223kW,mated to a neweight-speed
auto driving power to all four wheels.
A hybrid version of the 3.5 litre V6will also
be available.
The RX chassis has been strengthened to
provide better stability and control through
bends. The body structure has been made
stronger with improved rigidity, handling and
reduced road noise.
Its Vehicle Dynamics Integrated Manage-
ment(VDIM)isdesignedto,Lexussays,recog-
nise potentially dangerous situations and
make automatic adjustments to ensure the car
is kept under control when entering/exiting
corners.
According to Lexus: Most RX versions will
be available with Adaptive Variable Suspen-
sion (AVS), which electronically monitors and
adaptssuspensiondampingandsteeringtose-
curethebesthandlingandrideaccordingtothe
driving conditions.
The system integrates several existing Lex-
usactive safety technologies; pre-collision sys-
tem, lane departure alert and automatic high
beam.
Optional safety kit includes adaptive high-
beam system and blind spot monitor.
The spindle grille and lower centre section
of the rear bumper have a new F Sport mesh
and it has newalloy rims. Inside it gains a new
instrument cluster, leather, sports steering
wheel with paddle shifts. Exclusive colour op-
tions and trims are also available.
TheRXF-Sport receives anactive stabiliser
system and AVS. The drivemode select adds a
SportS+modewithAVS,inadditiontoeco,nor-
mal and Sports S. - Wheels24.
MAZDASAhas introducedaCX5faceliftmodelwith,
the automaker says, advanced technology, better
functionality and a more refined cabin and shell.
TheMZDConnect infotainmentsystemisasimple
system for internet radiostreaming and social net
working, considered by Mazda to be part of the en
hancement across the model range.
Also new is an electronic parking brake. Satnav is
standardonthe IndividualandAkeramodels,option
al on Active and Dynamic.
The CX5 is the first Mazda in South Africa to
adopt, on IndividualandAkeramodels, adaptiveLED
headlights which have a noglare lightemitting di
odearrayforhighbeam.Awindscreencameradetects
the headlights of oncoming vehicles or tail lights of
vehiclesaheadandturnsoffonly the lightblockshin
ing on the other vehicles.
Thisallmakes itpossible todrivewithhighbeams
on at all times.
It also has widedistribution lowbeams to help
illuminate each side of the vehicle to detect
pedestrians and other obstacles at intersections at
night.
The twolitre fourcylinder petrol delivers
121kW/210Nm,with fuel consumption rated at 6.4 li
tres/100km. The 2.5 petrol is capable of
141kW/256Nm and uses 7.4 litres/100km.
The 2.2 litre fourcylinder diesel is available in
110kW/380Nm or 129kW/420Nm guise, each con
suming 5.7 litres/100km.
The CX5 is equipped with lanedeparture warn
ing (Individual and Akera trim) which comes to life
atmore than65km/handhelp tonudge the car back
where it belongs.
Ithassixairbags(front, sideandcurtain),dynam
ic stability control, traction control, antilock braking
system, electronic brakeforce distribution, and
emergency brake assist.
Prices
2.0 Active FWD R319 500
2.0 Active FWD a/t R329 300
with which you get auto headlights, 17 alloy
rims, dualzone aircon, data displayMZD connect
system,Bluetooth, radio,CD,Aux,USB, cruisecontrol;
40:20:40 folding rear seats, IsoFix, gradient launch
assistance, front fog lights, pushbutton start, six
speakers, tintedglass, steeringwheelaudiocontrols,
electronic parking brake, autowipers and a reversing
camera.
2.0 Dynamic FWD R329 600
Adds keyless entry and 19 alloy rims
2.2 DE Active FWD a/t R378 300
adds 17 alloy rims, deletes reversing camera
2.5 Individual FWD a/t R408 700
...withwhichyougetpowersunroof,powerdrivers
seat with lumbar control, highbeam control, nine
Bose speakers, parking sensors frontand rear, adapt
iveheadlights,autodimmingmirror,blindspotmoni
tor, satnav, leather upholstery.
2.2 DE Akera AWD a/t R465 400
The2015MazdaCX5 is soldwitha threeyearun
limited distance warranty, threeyears roadside as
sistance, threeyear service plan and fiveyear anti
corrosion warranty.
Wheels24.
PHOTO: SOURCED
Mazda CX5.
Mazda CX5 arrives
PHOTO: SOURCED
The Lexus RX.
Motoring section
70 000 copies
delivered every Thursday in and around
Pietermaritzburg, Howick and Mpophomeni
Contact
Gift Majola 033 355 1343 [email protected]
Advertise in our NewWeekly
ECHO
maritzburg
ECHO
edendale
-
SPORT
edendale ECHO
9 April 2015PAGE 16
October to December 2014: 34976
Perfume
LAPIDUS
ORIGINAL
R
375
100ml
ORIGINAL
R
300
SAVE
454 CHURCH STREET
033 394 9077
086 571 7596
J
U
S
T
U
N
P
A
C
K
E
D
!
S
i
z
e
s
:
6
-
1
0
Sizes:
5-11
Brown/
Black
Boot
Shoe
Black
L
A
Y
B
Y
E
A
C
C
E
P
T
E
D
H
i
s
&
L
o
w
s
A
v
a
i
l
a
b
l
e
!
Mens: 5-11
Youths: 2-5
Kids: 7-1
We supply it, we fit it and we guarantee it!
Wesupplyit,wefititandweguaranteeit!
Wesupplyit,wefititandweguaranteeit!
We supply it, we fit it and we guarantee it!
DELIAN MARIAN
Load Shedding got you
in a knot??? Contact us.
Intelligent Invertor Now
Available
Lasts for 4-8 hours during load
shedding
Can be used in homes and offices
No noise
No fumes
No maintenance
Plug and play
No down time for
your business
Terms and conditions apply
REDUCED
PRICE
IN-STORE
SPECIAL
280 BOOM ST TEL: 033 342 0016/18
Established 1975 E&OE
YOU CAN NOW PAY YOUR DSTV SUBS AT OUR
STORE BY CREDIT OR DEBIT CARD ONLY
Pictures shown may differ from actual products in-store While stocks last E&OE
405 CHURCH STREET
PMB
TEL: 033 345 4924
RODRIGO
R550
,00
R590
,00
R650
,00
Black,
Sizes: 6-10
Variety to view
Mid Brown
Sizes: 6-10
Variety to view
Black, Blue, Red,
Burgany
Sizes: 6-10
Brown / Tan/Navy
Sizes: 6-10
Navy
Sizes: 6-10
Buff/Buter
Sizes: 6-10
R700
,00
R400
,00
R270
,00
First for Steel
339 Greyling Street
Pietermaritzburg
Tel: 033 940 1096
www.njrsteel.co.za
BRING IN A WRITTEN QUOTE AND WE WILL MATCH ANY PRICE. T & Cs APPLY.
Sandile: 083 960 8524 Adrian: 082 379 2784
Rajesh: 082 455 0063 Sheman: 084 693 2253
PALISADE
PALES
1,2 m
R18
00
1,8 m
R25
00
Each
Each
Each
25 X 25 X
1.6 MM
SQUARE TUBE
6.0M
0.5 MM
CHROMODEK
COLOUR PLUS
(COLOURS)
0.5 MM GALVANISED
IBR
686 mm/Corr 762 mm
per m incl.
per m incl.
per m incl.
10 X 10
SQUARE
BAR
R55
00
R100
00
R70
00
R87
00
R125
00
R90
00
each
Was
Now
R90
each
Now
ROOF SHEETING
PRICES INCLUSIVE OF VAT
BRING IN YOUR ADVERT AND RECEIVE A GIFT
POLYCARB
(COLOURS)
686 mm
100x50x20x20 lipped R240 pm
75x50x20x20 lipped R270 pm
I-Arrows isithwele
amathemba eKZN
eNedbank Cup
>> Ngabe ofishi abancane bazoqhubeka badle abakhulu futhi?
JERRY BARNES
A
BALANDELI bebhola eMzansi
ngekebasolwekulempelason-
to yakusasa uma bethi nje
ukukhohlwaeyeligi, bagxile kancane
kweyomqhudelwano weNedbank
Cup esaqhubeka.
Phela, iqiniso lithi imithandazo
nezinhliziyo zabo bonke abalandeli
bebhola baseKwaZulu-Natal zizobe
zikwiNedbank Cup kule mpelasonto
futhi befisela iqembu lalesi sifundaz-
we iLamontville Golden Arrows
ukube iqhubekele phambili kulo
mqhudelwano.
Phela Abafana Besthende yilona
kuphela iqembuyaseKZNelisekhona
kwiNedbank Cup emva kokuphume-
lela ngenhlanhla ka1-0 kwiNatal
United yaseMsinga emdlalweni
owawubanjelwe enkundleni
iChatsworth emasontweni amabili
edlule. Lapha i-Arrows yawina
ngegoli elashaywa uMabhuti
Khenyeka sekuvalwe amehlo.
UKhenyeza wavuma ukuthi
ezakhe zapulukutshela ngembobo
yenaliti ngoba phela uMsinga
wawungazwile futhi watshengisa
ukuthi uyiqembu langempela
nelizimisele ukuya kude.
Kwakukubi impela,mhlawumbe
nathi sasizwa wukuthi sinabadlali
abaningi abanesipiliyoni (experi-
ence) futhi-ke nje kade kwasa sibona
sinethwa nayizimvula kulo mdlalo,
kusho uKhenyeza.
Phela kuzothi ngoMgqibelo
i-Arrows ihambele ePolokwane
lapho iyobambana khona
neSuperSport United ePeterMokaba
Stadium ngo-8:15 kusihlwa.
UKhenyezauthi yenangokwakhe
ukuthi umdlalo usebusuku ekuham-
beniakusho luthokodwabayaziuku-
thi kuzoba umdlalo onzima
nozodinga ukuzimisela ngayoyonke
indlela.
Thina asikhathazekile ukuthi
sizobe sidlalela kude ekuhambeni
ngoba phela iningi lethu kade kwasa
lihamba ngenxa yalo mdlalo.
Phela uma uwumdlali kufanele
wazi ukuthi uyohlala usemgwaqeni
njengesotsha.
Mhlawumbe into esingathi
siyigade kakhulu ukuthi siyobe
sidlala neSuperSport United.
Phela uma udlala nala madoda
akusiniswa mahleza futhi bayiqem-
bu elukhuni kabi, kodwa-ke nathi
sibalindele
Futhi ngeke sibavumele nje uku-
thi bazenzele ngokuthandakwabo,
phela nathi siyiqembu njengabo,
kusho uKhenyeza.
UKhenyeza uthi ezakhe zifuna
ukuqhubekela phambili kulo
mqhudelwano baze bafike
kowamanqamu.
UmqeqeshiweSuperSportUnited
uGordon Igesund uthi angeke nje
elincane nelidlalakwiNationalFirst
Division(NFD)nakwiPSL,wonkeam-
athimuayafana,kushouGordonIge-
sund.
Kanti kusasa ngoLwesihlanu
i-Ajax Cape Town engaphansi kuka
Roger De Sa izibhekana neBidvest
Wits eqeqeshwa uGavin Hunt.
UMabuti Khenyeza
ujabulela igoli lakhe
alishaya emdlaweni
weNedbank Cup last
16 phakathi kwe
Golden Arrows neNa
tal United yaseM
singa ekundleni yase
Chatsworth ngo22
March kuwo lo ny
aka. IArrows yanqo
be ngo10. Abafana
Besthende okuyibo
asebemele isifundaz
we iKwaZuluNatal,
bazotholana phezulu
neSuperSport United
ngoMgqibelo.
PHOTO: GALLO IMAGES
PSL sends Henyekane family condolences
PREMIERSoccer League CEOBrand deVilli
ers has sent condolences to the family of
former BafanaBafana and Free State Stars
striker Richard Henyekane.
The 31yearold Henyekane died in the
early hours of Tuesdaymorning after being
involved in a car accident.
Henyekane, who earned nine interna
tional caps, enjoyed his finest seasonwhen
he won the Absa Premiership top scorers
award in 2008/09 with 19 goals.
De Villiers said: The passing of Richard
Henyekanecomesasabig shock tous in the
footballfamily. Icannotimaginethepainhis
family is going through, considering the fact
that four months ago they buried Richards
younger brother Joseph.
On behalf of the league and our clubs
we offer our heartfelt condolences to his
family and his clubFreeStateStarsduring
this difficult time.
Henyekane also played for Golden
Arrows and Mamelodi Sundowns.
His brother Joseph, who likewise repre
sented Arrows, died at the age of 30 in
December.
KickOff.com
bayithathekancane i-Ar-
rows ngoba phela iNed-
bank Cup inomlando
omubi wokuqhathulula
amaqembu amakhulu.
Ngayoyonkeinhloni-
pho yami, emqhudel-
waneni wezinkomishi
njengalo, alikho iqembu