mkhize baking-fitness 2013 - university of kwazulu-natal

15
Ukufunda Nokubhala 1 Activity – Umsebenzi 2 3 4 Next week Ngesonto elizayo 1053. UMaMsomi uyabhaka - MaMsomi bakes Is it good to spend so much money on funerals? Can funerals be different? How? : Umunye umbakho : More baking Omunye womakhelwane bakaMkhize washona. One of the Mkhize’s neighbours passed away. MaMsomi said, “I will bake cakes for the funeral!” Umndeni wawuthwele inqwaba yamakhekhe uya emngcwabeni. The family carried piles of cakes to the funeral. Amakhekhe adliwa wonke. The cakes were all eaten up. “Delicious!” Said one. “It’s the first time I’ve had cakes like this!” Said the priest. MaMsomi baked a lot of cakes. “For me?” Said Mkhize. People complain that funerals cost a lot of money. Why do people spend so much money on funerals? Funeral parlours charge too much People want to impress their neighbours The community expects buses and lots of food The family wants to show they have money The family wants to show they loved the person a lot Other: UMaMsomi wabhaka amakhekhe amaningi. Abantu bakhalaza ngokuthi imingcwabo ibiza kakhulu. Kungani abantu bechitha imali engaka emingcwabeni? Abangcwabi babiza kakhulu Abantu bafuna ukuchaza omakhelwane babo Umphakathi ulindele amabhasi abizayo nokudla okuningi Umndeni ufuna ukubonisa ukuthi unemali Umndeni ufuna ukubonisa ukuthi ubumthanda kakhulu umufi Okunye: Kuhle yini ukuchitha imali eningi kangaka emingcwabeni? Zikhona yini ezinye izindlela zokwenza izindleko zemingcwabo zibe ngcono? Yiziphi?

Upload: others

Post on 12-Dec-2021

2 views

Category:

Documents


0 download

TRANSCRIPT

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

1053. UMaMsomi uyabhaka - MaMsomi bakes

Is it good to spend so much money on funerals? Canfunerals be different? How?

: Umunye umbakho : More baking

Omunye womakhelwane bakaMkhize washona.

One of the Mkhize’s neighbours passed away. MaMsomisaid, “I will bake cakes for the funeral!”

Umndeni wawuthwele inqwaba yamakhekhe uyaemngcwabeni.

The family carried piles of cakes to the funeral.

Amakhekhe adliwa wonke.

The cakes were all eaten up. “Delicious!” Said one. “It’s thefirst time I’ve had cakes like this!” Said the priest.

MaMsomi baked a lot of cakes. “For me?” Said Mkhize.

People complain that funerals cost a lot of money. Why dopeople spend so much money on funerals?

Funeral parlours charge too much People want to impress their neighbours The community expects buses and lots of food The family wants to show they have money The family wants to show they loved the person a lot Other:

UMaMsomi wabhaka amakhekhe amaningi.

Abantu bakhalaza ngokuthi imingcwabo ibiza kakhulu.Kungani abantu bechitha imali engaka emingcwabeni?

Abangcwabi babiza kakhulu Abantu bafuna ukuchaza omakhelwane babo Umphakathi ulindele amabhasi abizayo nokudla okuningi Umndeni ufuna ukubonisa ukuthi unemali Umndeni ufuna ukubonisa ukuthi ubumthanda kakhuluumufi

Okunye:

Kuhle yini ukuchitha imali eningi kangaka emingcwabeni?Zikhona yini ezinye izindlela zokwenza izindlekozemingcwabo zibe ngcono? Yiziphi?

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

1054. Ukubhaka kuyaqhubeka - More bakingUmndeni wakaMkhize waqala ukuba nezivakashieziningi kunakuqala.

The Mkhize’s started getting more visitors than before.“Why are we so popular now?” wondered Granny.

Abangani abasha baqala ukucela umaMsomiababhakele amakhekhe.

The new friends started asking MaMsomi to bake cakesfor them. “I need your help, my dear, I’m having a party…”said one.

UMaMsomi wabhaka amakhekhe imini nobusuku.

MaMsomi was baking cakes day and night. “This is afactory!” said Gogo.

UMkhize wayelokhu edlula ngekhekhe.

Mkhize tasted cakes all the time. “I’m just checking thatthey are okay!” he said.

What do you think MaMsomi said in pictures 2, 3, and 4?How did she answer the other people? Write what youthink MaMsomi said to each person.

2. In Picture 3, MaMsomi said to Granny:Esithombeni 3, uMaMsomi wathi esivakashini:

3. In picture 4, MaMsomi said to Mkhize:Esithombeni 4, uMaMsomi wathi kuMkhize:

1. In picture 2, MaMsomi said to the visitor:Esithombeni 2, uMaMsomi wathi esivakashini:

Wathini uMaMsomi emdwebeni 2, 3, kanye no 4?Wabaphendula wathini abanye abantu? Bhala ocabangaukuthi kwashiwo uMaMsomi kumuntu ngamunye.

: Ibhizinisi likaMaMsomi : MaMsomi’s business

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

1055. Ibhizinisi likaMaMsomi – MaMsomi’s business

UMaMsomi wanquma ukwenza ibhizinisi lokubhakelaabantu abanemisebenzi amakhekhe.

MaMsomi decided to make a business from baking cakesfor functions. “Get cash up front!” said Gogo.

Abantu babewathanda amakhekhe akhe, benganqeniukuwakhokhela.

People liked her cakes so much, they were happy to pay.

Ukungena kwemali kwenza uMaMsomi azizwe ngconongokusebenza kanzima.

The money made MaMsomi feel better about working sohard. “I made my own job!” She said.

UMkhize wayejabulele ukuzwa ubumnandibamakhekhe.

Mkhize was happy to keep on checking that the cakes weregood. “It’s nice having a bakery at home!” He thought.

How much do you think MaMsomi charges for her cakes?

How much do you think it costs MaMsomi to make hercakes? Make a list of the things she has to buy (or pay for)here:

MaMsomi’s expenses

Ngabe ucabanga ukuthi uwabiza malini amakhekhe akheuMaMsomi?

Ngabe ucabanga ukuthi kumbiza malini ukwenza amakhekheuMaMsomi? Bhala uhla lwezinto zokubhaka okumeleazithenge (noma azikhokhele) lapha:

Izindleko zikaMaMsomi

Mkhize eats a lot of the cakes MaMsomi bakes. Do youthink this will affect her profits? Does Mkhize deserve totaste the cakes? Or should MaMsomi stop him?

UMkhize udla amakhekhe amaningi abhakwa uMaMsomi.Ngabe kuzoyilimaza yini lokhu inzuzo? Kufanele yiniuMkhize azwe amakhakhe? Noma kumele uMaMsomiamvimbe?

: Impumelelo? : Success?

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

1056. Impumelelo? – Success?Masonto onke uMaMsomi wayethenga izintozokubhaka.

Every week MaMsomi spent a lot of money buyingingredients for baking cakes. “I need flour, sugar, eggs…”she said.

UMaMsomi wayengazi ukuthi awabize maliniamakhekhe.

She struggled to work out how much to charge for cakes.“You need to make a profit!” Said Gogo.

Wayekisa uMkhize ukuzwa akhe.

She ordered Mkhize to stop tasting the cakes.“You are robbing my business!” She told him.

UMaMsomi watshela uMkhize ukuthi uphindelaesikoleni.

MaMsomi told Mkhize she was going back to school.“... or my business will fail!” she said.

: MaMsomi’s studies: Izifundo zikaMaMsomi

MaMsomi bought these things(ingredients) on her shopping trip. Drawa line from each picture to the name ofeach thing.

10kg cake flour

2 trays of eggs

5 litres of oil

2 x 200g packets of baking powder

5 kg white sugar

6 litres of milk

How much do you think each itemcosts?

How much do you think they all costtogether?

UMaMsomi uthenge lezi zintozokubhaka. Dweba umugqa osukaesithombeni uye enanini lentongayinge esesithombeni.

10kg wofulawa wamakhekhe

2 wamatreyi amaqanda

5 wamalitha kawoyela

2 x 200g amaphakethe ka-bakingpowder

5kg kashukela

6 wamalitha obisi

Ngabe ucabanga ukuthi into ngayinyeIbiza malini?

Ngabe ucabanga ukuthi sezizonke lezizinto zibiza malini?

Next week we will print the prices. You can check in the shops before then!

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

1057. MaMsomi’s studies – Izifundo zikaMaMsomi

UMaMsomi waqala ukufundela amakhono ebhizinisi,ukuze enze imali ngebhizinisi lakhe.

MaMsomi went to adult classes to learn business skills, tohelp her make money from her cake business.

Ekhaya uMaMsomi kwakumele enze umsebenziwesikole aphinde afundele ukuhlolwa.

At home MaMsomi had to do assignments and learn fortests. “What are you doing, Mom?” asked Selula.

Kwakunzima ukufunda ekhaya.

It was hard to study at home. “Mom, I’m hungry,” saidSelula. “I’m bored,” said Shukela. “Sew this?” said Parafini.

UMaMsomi wakhiphela wonke umuntu phandle.Wacela uMkhize amgcinele izingane zikude naye.

MaMsomi chased everyone outside. She told Mkhize tokeep the children away from her.

: UMkhize udlala imidlalo : Mkhize plays games

This is how much MaMsomi’s ingredients cost. Add themup and fill in the total cost:

10kg cake flour

2 trays of eggs

5 litres of oil

2 200g packets of baking powder

5 kg white sugar

6 litres of milk

TOTAL:

If MaMsomi paid with R400 cash (two R200 notes), howmuch change did she get?

Are the ingredients the only cost to MaMsomi when shebakes cakes? What else does she use that she pays for?

R75

R64

R69

R34

R48

R50

Leli inani lezinto zokubhaka ezazithengwe uMaMsomi.Hlanganisa inani selilonke lazo zonke lezi zinto:

10kg kafulawa wokubhaka

2 amatreyi amaqanda

5 amalitha kawoyela

2 200g amaphakethe ka-baking powder

5 kg kashukela

6 amilitha obisi

SELILONKE INANI:

Uma ngabe uMaMsomi ekhokhe u-R400 (u R200wamanothi), wathola ushintshi wamalini?

Ngabe okukhokhelwa uMaMsomi izinto zokubhaka kuphelayini uma ngabe ebhaka? Ikuphi okunye akusebenzisayookumele akukhokhele?

R75

R64

R69

R34

R48

R50

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No 1058. UMkhize udlala imidlalo – Mkhize plays games

Mkhize made the children stay outside so MaMsomi couldstudy. “I will train you!” he said.

Wabalolonga ukuze bathuthuke emdlalweni webhola.

The children kept going but Mkhize soon had problems.“Why are you stopping already, dad?” asked Selula.

Mkhize said he didn’t need to practice. “I know how to do it,I don’t need to practice!” he gasped.

: Mkhize is too fat: uMkhize ukhuluphele ngokweqile

UMkhize wahlalisa izingane phandle ukuze uMaMsomiafunde.

He gave them exercises to improve their soccer skills. “Letme show you, jump like this…” he said.

Izingane zazilokhu ziqhubeke njalo kodwa uMkhizewahlangabezana nezinkinga.

UMkhize wathi akakudingi ukuzilolonga.

Are these sentences true or false? Write ‘true’ or ‘false’.

1. Granny took the children outside.

2. Mkhize agreed to help MaMsomi.

3. The children wanted to go outside.

4. Mkhize wanted to teach them soccer skills.

5. The children were more fit than Mkhize.

6. Mkhize stopped because he was bored.

7. Mkhize was too tired to carry on.

8. MaMsomi stayed inside the house.

9. It is good for fathers to spend time with their children.

10. MaMsomi should not tell Mkhize what to do.

Ngabe lemisho 'ingamanga' noma 'iyiqiniso'?

1. Ugogo wakhiphela izingane phandle.

2. UMkhize wavuma ukulekelela uMaMsomi.

3. Izingane zazifuna ukuphumela phandle.

4. UMkhize wayefuna ukuzifundisa amakhono ebhola.

5. Izingane zazidlala ngaphezu kukaMkhize.

6. UMkhize wamisa ukudlala ngoba enesithukuthezi.

7. Ukukhathala okwenza uMkhize ehluleke ukuqhubeka.

8. UMaMsomi wayehleli ngaphandle.

9. Kuhle ukuthi obaba bachithe isikhathi nezingane zabo.

10. Akufanele ukuthi uMaMsomi atshele uMkhize okumele akwenze.

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No 1059. UMkhize ukhuluphele ngokweqile – Mkhize is too fat

UMkhize wehluleka ukudlala isikhathi eside nezinganezakhe.

Mkhize could not keep up with his children. “Am Igetting old?” he thought.

Ngemuva kwesikhathi wabona ukuthi izingubo zakheziyambamba.

Later he noticed his clothes were very tight. “Did it shrink inthe wash?” he asked.

Ugogo wakuthokozela ukukhuluphala kukaMkhize

Gogo approved of Mkhize’s new look. “My daughter feedsyou well!” she said. “Too many cakes!” said MaMsomi.

UMkhize wethuswa isikali.

Mkhize was shocked when he weighed himself.“Wee! I’ve grown!” He thought.

: Getting fit: Ukuzilolonga

Write these sentences with spaces between words, capitalletters and full stops where they should be.

1. mkhizecouldnotplaysoccerwiththechildren

2. hewasnotasfitastheywere

3. mkhizefoundthathisclothesweretight

4. grannynoticedthatmkhizewasfatter

5. mamsomisaidheatetoomanycakes

6. mkhizeweighedhimselfandgotashock

Bhala imisho enezikhala phakathi kwamagama, onhlamvukazikanye nezimpawu zokuphumula ezindaweni ezifanele.

1. umkhizewayengakwaziukudlalaibholanezingane

2. wayengakulungeleukudlalanjengazo

3. umkhizewatholaukuthiizingubozakheziyambamba

4. ugogowabonaukukhuluphalakukamkhize

5. umamsomiwathiudleamakhekheamaningi

6. umkhizewazikalawatholaukwethuka

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No 1060. Ukuzilolonga – Getting fit

Akafikanga kude.

He did not get very far. “I’m dying!” thought Mkhize.

Wanquma ukuphinda ekhaya.

He decided to give up and walk home.

Wabona okwamenza aguqule umqondo.

Then he saw something that made him change his mind.“If he can run then I can run…” Mkhize thought.

UMkhize wanquma ukugijima.

Mkhize decided to go for a run. “I’m just running to town,”he told the family.

Write these sentences with spaces between words, capitalletters and full stops where they should be.

1. mkhizecwasworriedabouthisweight

2. hedecidedtogetfitbyrunning

3. mkhizequicklygottiredandstopped

4. afatmanrantowardsmkhize

5. mkhizesawthemanandchangedhismind

6. mkhizedecidedtocarryonrunning

Bhala imisho enezikhala phakathi kwamagama, onhlamvukazikanye nezimpawu zokuphumula ezindaweni ezifanele.

1. umkhizewayekhathazekilengesisindosakhe

2. wanqumaukulwanamafuthangokugijima

3. umkhizewasheshawakhathalawayeka

4. indodaekhulupheleyagijimaiqondekumkhize

5. umkhizeindodawaguqulaumqondo

6. wanqumaukuqhubekanokugijima

: Mkhize improves: UMkhize uyathuthuka

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No 1061. UMkhize uyathuthuka – Mkhize improves

UMkhize wakuthokozela ukugijima nomngani wakheomusha uThemba.

Mkhize enjoyed running with his new friend, Themba.“You are getting better, brother!” Themba told Mkhize.

UThemba wayezilolongela umjaho weMandelaoyibanga elide ngoNcwaba.

Themba was training for a marathon. “I’m going to run toHowick!” He said.

UMkhize waqala ukucabanga ngokungenela lomjaho.

Mkhize started thinking about running in the marathon.

Wanquma uKhabazela ukuwungenela umjaho.

Mkhize decided to enter the marathon too. “We willown that race!” He said.

: Izingubo ezintsha : New clothes

Try to answer these questions. If you don’t know theanswers, ask others who might know. Talk about it andguess. Find out together where you can get theinformation.

1. How far is it to Howick? Find out or guess how manykilometres:

2. How long does it take to ride in a car to Howick?

3. How long will it take to run to Howick?

4. Do you think Mkhize and his friend will be able to run toHowick, in the Mandela Marathon in August? Why doyou think so?

Zama ukuphendula lemibuzo. Uma ungazazi izimpendulo,buza kwabanye okungenzeka bazazi. Xoxisana nabanyenilekelelane noma uqagele.

1. Ibanga elingakanani ukuya eHowick? Funa noma uqageleukuthi amakhilomitha amangaki:

2. Kuthatha isikhathi esingakanani ukuya eHowickngemoto?

3. Kungathatha isikhathi esingakanani ukufika eHowick umaugijima?

4. Uma ucabanga angafika yini uMkhize nomngani wakheeHowick, ngeMarathon? Kungani?

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No. 1062. Izingubo ezintsha – New clothes

Mkhize got more serious about running. “A marathonwinner needs the right outfit!” he said to himself.

He looked at the clothes for sale on the street, but foundnothing. “Bendover stores is cheaper, but not for achampion…” thought Mkhize.

Mkhize ended up at a sports shop.“These prices!” he thought.

In the end he just bought everything. “You need the rightthings, sir!” Said the salesman. “I do!” said Mkhize.

: MaMsomi is jealous

UMkhize waqala ukuzimisela ngokugijima. Wabuka izingubo ezisendalini emgwaqweni,wangathola lutho.

UMkhize wagcina esitolo sezingubo zezemidlalo. Wagcina esethenge yonke into.

1. Is Mkhize happy with his clothes in picture 1, orunhappy? Why?

2. Do you think Mkhize’s clothes are okay for running?Why/Why not?

4. What is the difference between buying clothes on thestreet and buying in a special sports shop? List three ormore differences.

5. In picture 3, what does Mkhize mean when he says“These prices!”?

6. Where do you buy clothes or sports shoes? Why?

1. Uzithokozele yini izingubo zakhe uMkhize esithombeni 1,noma cha? Kungani?

2. Ngezokugijima yini izingubo zikaMkhize? Kunganiushonjalo?

3. Yini umehluko phakathi kokuthenga izinguboemgwaqweni nokuthenga izingubo esitolo sezingubozezemidlalo? Bhala izinto ezintathu noma ngaphezuluezenza umehluko.

4. Esithombeni 3, usho ukuthini uMkhize uma ethi“lamanani”?

5. Uzithengephi izingubo kanye nezicathulo zezemidlalo?Kungani?

: UMaMsomi unomona

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No. 1063 UMaMsomi waba nesikhwele – MaMsomi is jealous

UMkhize wayegijima nsuku zonke.

Mkhize went running every day.“Looking good, Khabazela!” shouted the neighbour.

Abesifazane bebethathaza uma uMkhize edlula egijima.

Ladies waved to Mkhize as he ran past.“Hey, handsome!” one called.

MaMsomi was unhappy about the attention Mkhize wasgetting. “They will take my man!” she thought.

Savuka isikhwele kuMaMsomi. Wathi kuMkhize akayeke ukugijima.

She asked Mkhize to stop running.“You are fit enough now, darling!” She said.

: UMkhize wakhuthaza uMaMsomi : Mkhize encourages MaMsomi

Fill in the missing word in each sentence. Find the words inthe story above.

1. Mkhize’s told him he was lookinggood.

2. The ladies told Mkhize he was .

3. MaMsomi was .

4. She felt jealous because Mkhize was getting from other women.

5. wanted Mkhize to stop running.

Will Mkhize will listen to MaMsomi and stop running?Why/Why not?

What should Mkhize do?

What should MaMsomi do?

Thola amagama afanele endabeni, ugcwalise imishoengezansi.

1. kaMkhize wathi kuMkhize ubukekakahle.

2. Abesifazane bathi kuMkhize ubukeka.

3. UMaMsomi waye .

4. Wakhweleza ngoba uMkhize abesifazane.

5. wayefuna uMkhize ayeke ukugijima.

Uzomlalela yini uMkhize uMaMsomi ayeke ukugijima?

Enze njani uMkhize?

Enze njani uMaMsomi?

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

No. 1064 UMkhize wakhuthaza uMaMsomi – Mkhize encourages MaMsomi

Remember what happened last week?

1. Why did MaMsomi want Mkhize to stop running?

2. What do you think MaMsomi will do next?

3. Will she start running with Mkhize, or refuse?Why do you think so?

UMkhize wamangala ezwa uMaMsomi ethi akayekeukugijima.

Kwamele ukuthi uMaMsomi acabange masishane.

Mkhize was surprised that MaMsomi wanted him to stoprunning. “But why?” he asked her.

MaMsomi had to think quickly. She said, “I miss you whenyou are away for so long!”

UMkhize waba nesu. Wathi uMaMsomi akagijime naye.

Mkhize had an idea. He suggested she start running withhim. “Come with me!” he said.

Safika isikhathi sokuba uMaMsomi amangale.

It was MaMsomi’s turn to be surprised. “Me? Running?”she thought.

Uyakhumbula yini owenzeka ngesonto eledlule?

1. Yini eyenza uMaMsomi afune ukuyekisa uMkhizeukugijima?

2. Ucabanga ukuthi yikuphi azokwenza uMaMsomi?

3. Uzogijima noMkhize noma uzokwala? Kungani ushoucabanga kanjalo?

: MaMsomi gets dressed to run: UMaMsomi ugqokela ukugijima

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

Amanga noma iqiniso?

1. UMaMsomi wagqoka intreksudi.

2. Ugogo wayithanda intreksudi.

3. UMaMsomi washintsha wagqoka ingubo.

4. UMkhize wathi uMaMsomi akashintshe.

5. UMaMsomi waphuma eyigqokile intreksudi.

6. Noma imuphi owesifazane angaligqoka ibhulukwe.

Chaza impendulo yakho ka nombolo 6.

True or false?

1. MaMsomi put on a tracksuit.

2. Granny liked the tracksuit.

3. MaMsomi changed into a dress.

4. Mkhize told MaMsomi to change.

5. MaMsomi went out in the tracksuit.

6. Any woman can wear trousers these days.

Explain your answer to 6.

: MaMsomi’s run: UMaMsomi uyagijima

1065. Intreksudi kaMaMsomi - MaMsomi's tracksuitUgogo wabona uMaMsomi egqoke intreksudi.

Granny saw MaMsomi dressed in a tracksuit.“What are you doing?” Granny asked.

UMaMsomi wathi kugogo usayogijima.

MaMsomi told Granny she was going for a run.“I am guarding my husband,” she said.

Ugogo wayengafuni uMaMsomi aphume egqokeintreksudi.

Granny did not want MaMsomi to go out in a tracksuit.

UMaMsomi kanye noMkhize baziba ugogo.

MaMsomi and Mkhize ignored Granny. “Let’s go,” saidMkhize. “I’m ready!” said MaMsomi.

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

Lungisa imisho engezansi ibe nezikhala phakathikwamagama, onhlamvukazi kanye nezimpawuzokuphumula ezindaweni ezifanele.

1. umamsomiwayakogijimakanyenomkhize

2. umkhizewagijimangesivininiwashiyaumamsomi

3. umkhizewayebukisakumamsomi

4. umamsomiwasheshawakhathala

5. umkhizewathisekuyisikhathisokumisa

6. wayezwelainkosikaziyakheengajwayeleukugijima

Write these sentences with spaces between words, capitalletters and full stops where they should be.

1. mamsomiwentforarunwithmkhize

2. mkhizeranfasterthanmamsomi

3. mkhizewashowingoff

4. mamsomigottiredquickly

5. mkhizesaiditwastimetostop

6. hefeltsorryforhisunfitwife

1066. UMaMsomi uyagijima – MaMsomi’s run

UMaMsomi kanye noMkhize bahamba beyogijimandawonye.

MaMsomi and Mkhize went for a run together.

UMkhize wagijima ngesikhulu isivinini ebukisakuMaMsomi.

Mkhize ran fast to show off. “Let me show her my speed!”he thought.

UMaMsomi wagijimisa okonwabu ngemuvakukaMkhize.

MaMsomi ran slowly behind Mkhize for five minutes.“When can I stop?” she thought.

UMaMsomi wagijimisa okonwabu ngemuvakukaMkhize.

Mkhize felt sorry for MaMsomi and pretended the run wasover. “I’m tired now, can we go back?” he said. “Hallelujah!”she thought.

: MaMsomi avoids running: UMaMsomi abalekele ukugijima

Ukufunda Nokubhala

1

Activity – Umsebenzi

2

3 4

Next weekNgesonto elizayo

1067. UMaMsomi abalekele ukugijima – MaMsomi avoids running

Ngosuku olulandelayo uMkhize wabiza uMaMsomiukuthi bayogijima.

The next day Mkhize called MaMsomi to run with him.“Let’s go, dear!” he said.

Kwafika isu masishane ku MaMsomi.

MaMsomi thought quickly. “My mother is feeling sick, Imust stay with her!” she said.

Ugogo wethuka ukuzwa ukuthi useyagula.

Granny was surprised to hear she was feeling sick.“Am I?” she asked.

UMkhize wagijima ngaphandle kukaMaMsomi.

Mkhize went off for a run alone.“That is how you get rid of a woman! Now all the womenare looking at me!” said Mkhize.

: Mkhize’s hair: Izinwele kaMkhize

Qedela lemisho elandelayo.

1. Ngesonto eledlule, uMaMsomi wagijima noMkhize ngoba

2. UMaMsomi wathi angeka akwazi ukugijima ngoba

3. Ugogo wethuka ngoba

4. UMaMsomi wathi ugogo uyagula ngoba

Uma ucabanga, uyakukholelwa yini uMkhize okushiwouMaMsomi? Kungani usho njalo?

Finish the sentences.

1. Last week, MaMsomi went for a run with Mkhize because

2. MaMsomi said she couldn’t run today because

3. Granny was surprised because

4. MaMsomi said Granny was sick because

Do you think Mkhize believed MaMsomi's story? Why/whynot?