amaqembu omholiswano nezitokfela indlela yokuvikela imali … · yekani ukudiphozitha imali...
TRANSCRIPT
in association with
AMAQEMBU OMHOLISWANO NEZITOKFELA
Yekani ukudiphozitha imali yamalungu eqembu
lomholiswano ngamalanga anengozi kakhulu
(ngokwesibonelo; Ngo Msombuluko ngemva
kokuphela kwenyanga)
Njenge stokfela, iqembu lomholiswano noma
umasingcwabane ningahlela ukuthi amalungu
afake imali kwi-akhawunti yeqembu
ngokuqondile kunokuba kuqoqwe uqobo
lwemali kumalungu
R R
Qinisekisani ukuthi abantu
abadiphozitha imali yeqembu
noma abayikhiphayo baphelezelwa
ngelinye ilungu leqembu
BANK
Ningahlela ukuba imali yeqembu
ikhokhelwe amalungu ngendlela
ye elektroniki kwi akhawunti yelungu
ngalinye noma kuleyo ayikhethileyo
INDLELA YOKUVIKELAIMALI YAKHOKumabhizinisi. Kubantu ngabanye.
Amaqembu Omholiswano Nezitokfela.
Web: www.sabric.co.za
SABRIC
SABRICZA
UMUNTU NGAMUNYE AMABHIZINISI
Indlela yokugwema ukubayisisulu sokuphangwa imali
Phatha kuwena imali encane kangangokunokwenzeka
Cabanga ngezindlela ezilula zokukhokhela
ama-akhawunti akho ngendlela ye
elektroniki (buza ibhange lakho ngezinye
izindlela ezikhona)
Cabanga ngokubhanga usebenzisa umakhal’
ekhukhwini noma ukukhokha nge-internet
noma ukubhanga kuma ATM
R R
Indlela yokugwema ukuba yisisulu sokuphangwa imali
Shintsha-shintsha amalanga nezikhathi odiphozitha ngazo imali
Ungatsheli muntu lapho uya ebhange ngisho nabantu
osondelene nabo
BANK
Musa ukuqhakambisa ngemali ozoyidiphozitha njengobaume emgqeni wase bhange
Kuwukuhlakanipha ukutholaelinye igatsha eliseduzaneongaya kulona, ukuqinisekisaukuthi indlela obhanga ngayoayiqondakali kalulanoma yaziwe
Kugwemeni ukuphatha obala imigodlana, yemali noma
izikhwama ezibonisa incwadi yakho yeziliphu zokudiphozitha
Uma inani lemali oyidiphozithanjalo liya likhula njengobaibhizinisi lakho nalo liya likhula, cabangela ukusebenzisa inkampani ephatha futhi ithuthe imali
Yekani ukuhamba ngemotoebhalwe amagama enkampani lapho niya ebhange ‘ngosuku lokuhola’ olwaziwayo
Yekani ukuholela abasebenzibezinkontilaka noma abesikhashana
obala emehlweni omphakathi, kunalokho sebenzisani ama-akhawunti
okwamukela umholoangatholakala ebhange lenu
Cabangela ukuhlela ukuholela abasebenzi bezinkontilaka nabesikhashana ngendlela
ye-elektroniki