the beauty of the rainbow nation · thulani msibi one of the boys who underwent circumcision...
TRANSCRIPT
July — September Edition
NEWCASTLE PROVINCIAL
HOSPITAL
4 Hospita l Street , Newcast le , 2940
Tel : 034 32 800 86
The Beauty of the Rainbow Nation
You will be excused and forgiven for thinking that this was a traditional wedding day between Mr. B.
Zondi and Mrs. Suzan Paul, not at all, the Newcastle Provincial Hospital was just celebrating Heritage
Day, this two happen to steal the eyes of the crowd.
2
The chief of staff
“Nina bakaSimayedwa njengelanga ezulwini, nina beNyath’
enamandla ejame phezu komfula uMzimvubu, nina baka
Mgabadeli ngokugadela inkundla yakwaBulawayo” — ngi-
yanibingelela.
Ngithe akengithathe lelithuba ngisebenzise olukamageba
mangibhala lengosi, lokhu kuza ngaphambi kwezikhalo
ziphuma kubasebenzi abadala nabangabafundi
baleliphephabhuku zokuthi bona ngathi bakhishelwa
ngaphandle ngoba okuningi sikubhala ngolimi lwesiNg-
isi. Lokho kungithintile ikakhulukazi njengoba besi-
jabulela inyanga yamasiko, ngoba okuningi kulemigubho
bekukhulunywa ngalo belu ulimi lukaJoji.
Kodwake masidlule lapho, bakwethu engifuna ukukusho no-
kudlula kukho ukuthi asivume ukuthi lonyaka bekuwunyaka
wempumelelo ikakhulukazi njengoba besinendumezulu
yebhola likanobhuntshuzwayo nebelibukwa umhlaba wonke.
Kuningi esikufundile nesikuzuzile ezinhlakeni eziningi zem-
pilo, njalo njalo.
Akubangake okuhle kodwa okwenzekile, njengen-
jwayelo lelizwe liphindwe lazithola selibheke neng-
cindezi yeziteleka ezivele zavumbuka zasabala
nezwe lonke.
Asibonge ukuthi nakuba umnyango wethu kube
yiwo okhahlamezekile kodwa abanye babasesbenzi
baqinisekisa ukuthi iziguli zethu ziyaluthola usizo
eziludinga nonakekelo nakuba lwalunganele.
Akukholakali ukuthi unyaka usuya
ngasemaphetheleni futhi sekusele izinyanga ezim-
balwa siphinde sithi happy new year.
Njengabasebenzi bezempilo ngicabanga ukuthi ku-
lonyaka ozayo kungakuhle ukuthi uma sisiza noma
sincedisa umphakathi neziguli zethu sisebenzise
isiqubulo esikhokhelwayo sakwa FNB nesithi
“How may I help you” kunokuthi silokhu sivele
njalo emaphepheni nakwabezindaba njengabantu
abanganaki nabangananhliziyo.
Lomthwala akuwona owabaphathi bezibhedlela
kuphela kodwa uma sibambisene singazuza okungi
njengomyango, njengoba kushiwo ukuthi umse-
benzi owenziwa ngokumbisana uyaphumela.
Nina bozakwethu esinani kwezokuxhumana ni-
yayazi lendaba engikhuluma ngayo, akudingi
ukuthi ngiyiphinde. Niyazi ukuthi sithwele kan-
zima kanjani. Uma nathi singaba nakho ukuthi
isotsha lifela emsebenzini walo kungasisiza ukulwa
nalempi.
Sengivala ngithanda ukuxolisa koBaba noMama
abafunda leliphephabhuku ngokuthi libhalwe
ngesingisini kuphela, ngithi nje yobe. Engivala
ngalo ngithi ngokubambisana nakanjani sophume-
lela, yingakho nohulumeni wethu ehlala ekugcize-
lela ukuthi together we can do more. Siyabonga!!!
3
? ? ? ? ? ?
? BATHO PELE (PEOPLE FIRST)…. ?
? 1 Consultation ?
All levels of society will be consulted and your feelings will be conveyed to Ministers, MECs and
legislators.
Specialist Clinic celebrated Breastfeeding Week The Newcastle Provincial Hospital specialist clinic cele-
brated the Breastfeeding week with different mothers from
different race. Mothers were also given presents by the Sr.
of the clinic.
Sr. Swart also shared with the mothers a very profound in-
formation about breastfeeding. Underneath arte some of
the points that she touched base on:
Sings of good attachment
The mouth of child should be wide open. Lower lip
turned outward. More of the Areola should be visible
above baby’s mouth than below. The chin must touch the
breast.
The baby should be taking a long deep sucks, sometimes
pausing. The breastfeeding should not be painful.
Good positioning
The mother and the child must be close, facing each other.
The mother should support the baby’s entire body, so that
the baby’s head will be straight.
Advantages of breastfeeding
• Bonding between mother and child
• A perfect combination of nutrients
• Protects baby against infection
• Protects allergies
• Helps contract the uterus
• Cost effective
• Always available
• Baby will have a higher IQ (boost intellect)
• Healthy, happy baby
• Prevents Obesity
Sr. Swart encouraged all the mothers who at-
tended.
4
Pictured is the MEC for Health Dr. S. Dlomo with the boys who packed our chapel to undergo the MMC. On the right with red jersey is Sr. L. Nkumane who was there to counsel the boys and answer any ques-
tions related to the process.
The team from Malesia visited Newcastle Provincial
Hospital to conduct MMC using what is called TARA
CLAMP, which is a fast and cheap way of circumcising
male patients.
This follows the call that was made by the MEC for
health Dr. S. Dlomo. Young boys from around New-
castle responded to this call and came in their num-
bers to be circumcised. This day was also graced by the
presence of the minister of health, who also positively
spoke to the boys.
“It is important that males undergo circumcision at the ten-
der age so that they stay clean and not spread infections and
disease” said the minister
The doctors from Malesia were very pleased to see the
turn out on the day. The whole process started with a
small briefing where the minister also thanked the
team for helping the department with their skills and
experience.
The team leader also from Malesia encouraged all the
boys who attended not to have multiple partners and
always practice safe sex or abstain at all. Thulani Msibi
one of the boys who underwent circumcision thanked
the health department for taking care of them.
To some young boys it was not easy until Sr. L. Nku-
mane spoke to them about the importance of doing
circumcision. The boys were counseled and HCT
programme was then conducted before they can un-
dergo circumcision.
Our CEO Ms. V. Mavundla thanked the team for
choosing Newcastle Provincial Hospital.
Male Medical Circumcision at
Newcastle Provincial Hospital
5
Staff members came in numbers to celebrate the day. The voortrekkers ladies were there to celebrate
This is a stall that scooped position one on the day. The Indian community worked so hard to make sure that they outshine other stalls. Congratulations!!!
6
? ? ? ? ? ?
? BATHO PELE (PEOPLE FIRST)…. ?
? 3.Access ?
Departments will have to set targets for extending access to public servants and public services.
Mrs. F. Dlalisa was there representing the BaSotho tribe, here she was explaining to the crowd about their culture.
Shame, our CEO Ms. M.V. Mavundla was taken away by the display on the day.
Dr Mpanza and Dr. Magagula were declared as the couple of the day by our CEO.
Dr. Dube and Mr. B. Zondi, now I know what they
mean mabethi amasongo akhala kahle uma emabili
Heritage Day Continues:
7
Wadla ABET UHulumeni wakulelizwe uyalazi
lelizwe ukuthi liphumakuphi, yin-
gakho enezinhlelo zokuthuthukisa
abantu abadala ikakhulukazi labo
abangawatholanga amathuba
okufunda ngezikhathi zobandlululo.
Kuyiqiniso ukuthi yonke iminyanga
kahulumeni inabo abantu abadala
abangazange balithole ithuba lokuya
esikoleni. Ngalolusuku awukho
umnyango owawungamelwe, njengoba
kwakukhona nabakhubazekile beqha-
muka eminyangweni eyahlukene.
Nabo bazitholela izindondo.
Laba abanye babafundi baka ABET abaqhamuka emnyangweni wakwa Public Works, nabo abazizuzela izindondo ngosuku len-
jabulo
Akuwona umcimbi ka-ABET uma bengekho omama base Emmaus Hospi-tal. Labomama ungafunga ukuthi amatshitshi uma sebesina.
Iminyango eminingi yayithumele abase-
benzi bayo ukuba bayoyimele, nokwenza
ukuba lomcimbi ube impumelelo. UM-
nuz F. Mthembu ophuma esifundeni
saseMajuba wabonga wangawuvala
Umlomo ngabakwenzelwe uhulu-
meni ngohlelo luka ABET. “
Ngafika ngingaqeqeshekanga kahle lana
emnyangweni, kodwa ngohlelo luka
ABET sengazi okuningi” Echaza
Nowayekhulumela uNdu-
nankulu wesifunda wakubeka
kwacaca ukuthi uhulumeni
usazoqhubeka nezinhlelo zo-
kufundisa abantu abadala.
UNksz Mthethwa nokuwuye
oyi project co-ordinator wa-
kubeka ukuthi uhlelo luka
ABET akuyona into elula
ukuyenza ngoba idla isikhathi
esiningi ngakho kudinga kube
umuntu onesineke othatha
lomsebenzi.
“ Kuyajabulisa ukubona
abantu abadala bephumelela
ngalendle. Lokhu kutshengisa
ukuthi ukube bawathola
lamathuba ngabe lelizwe li-
kude kabi ngakwe-
zobuchwepheshe ukulima
nokunye okuningi” kusho
uMthethwa.