microsoft ® office powerpoint ® 2007 ukuqeqesha

83
Microsoft ® Office PowerPoint ® 2007 Ukuqeqesha Yakha isethulo sakho sokuqala

Upload: bly

Post on 23-Mar-2016

39 views

Category:

Documents


2 download

DESCRIPTION

Microsoft ® Office PowerPoint ® 2007 Ukuqeqesha. Yakha isethulo sakho sokuqala. Okuqukethwe kwekhozi. Ukubuka konke : Yazi okusemqoka Isifundo 1: Yakha ama -slides akho Isifundo 2: Khetha ingqikithi , ngeza okunye okuqukethwe - PowerPoint PPT Presentation

TRANSCRIPT

Page 1: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Microsoft® Office PowerPoint® 2007

UkuqeqeshaYakha isethulo sakho sokuqala

Page 2: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Okuqukethwe kwekhozi• Ukubuka konke: Yazi okusemqoka

• Isifundo 1: Yakha ama-slides akho

• Isifundo 2: Khetha ingqikithi, ngeza okunye okuqukethwe

• Isifundo 3: Lungisa amaphutha, phrinta, bese ulungiselela umbukiso

Isifundo ngasinye sibandakanya uhla lwemisebenzi ephakanyiswayo kanye nesethi yemibuzo yokuvivinya.

Page 3: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ukubuka konke: Yazi okusemqokaNgabe ucelwe ukuba uhlanganise isethulo se-PowerPoint, kodwa awunaqiniso lokuthi uzoqala kanjani?

Le khozi izokufundisa konke odinga ukukwazi ukuze wakhe futhi unikeze isethulo.

Uzothola izindlela zokwakha ama-slides, ufake okuqukethwe kuzona, futhi uwenze abukeke kahle. Bese ufunda izindlela zokulungisa amanothi esikhulumi nalokho ozokunikeza abalaleli (handouts), bese ulungela ukwethula.

Page 4: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Izinjongo zekhozi• Yakha ama-slides bese wengeza umbhalo.

• Shutheka izithombe nokunye okuqukethwe.

• Faka ingqikithi yokubukeka jikelele kwesethulo.

• Phrinta ozokunika abalaleli namanothi.

• Lungiselela ukunikeza umbukiso.

Page 5: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isifundo 1

Yakha ama-slides akho

Page 6: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Yakha ama-slides akhoLokhu wukulunguza ewindini le-PowerPoint.

Le sifundo sizokunika isingeniso ewindini sikusize uzizwe ukhululekile ngokusebenza kulo.

Uzobona futhi izindlela zokwengeza ama-slides amasha, ukhethe isakhiwo se-slide, bese wengeza umbhalo futhi uphinde usebenzise ama-slides aphuma kwesinye isethulo.

Okokugcina, uzothola izindlela zokulungisa amanothi ngesikhathi wakha umbukiso, ozoya kuwona khathi wethula.

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza amanothi

Page 7: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Yazi indawo yakho yokusebenzaLokhu wukubonakala okuvuleka kuqala ku-PowerPoint. Kuthiwa wuKubonakala okuvamile.

Usebenza lapha khathi wakha ama-slides.

1

2

Ifasitelana lama-slide yindawo enkulu phakathi nendawo. Usebenza ngqo kwi-slide kule ndawo.

Kwi-slide, amabhokisi anemingcele engamachashaza kuthiwa izibambindawo. Lapha uthayipha umbhalo wakho, ushutheke ubuciko, noma wengeze okunye okuqukethwe.

Zintathu izindawo ezisemqoka zoKubonakala okuvamile.

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza amanothi

123

4

Page 8: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Yazi indawo yakho yokusebenzaLokhu wukubonakala okuvuleka kuqala ku-PowerPoint. Kuthiwa wuKubonakala okuvamile.

Usebenza lapha khathi wakha ama-slides.

Esinxeleni kunezihumusho ezincane, noma izithonjana, zama-slides kwisethulo sakho, bese lesi osebenza kuso sigqanyiswa. Le ndawo yithebhu yama-Slides .

Zintathu izindawo ezisemqoka zoKubonakala okuvamile.

3

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza amanothi

123

4

Page 9: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Yazi indawo yakho yokusebenzaLokhu wukubonakala okuvuleka kuqala ku-PowerPoint. Kuthiwa wuKubonakala okuvamile.

Usebenza lapha khathi wakha ama-slides.

Endaweni ephansi yifasitelana lamanothi, lapho uthayipha khona amanothi ozolokhu uya kuwo khathi wethula.

Zintathu izindawo ezisemqoka zoKubonakala okuvamile.

4

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza amanothi

123

4

Page 10: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza ama-slides amashaUma i-PowerPoint ivuleka, kune-slide esisodwa kuphela embukisweni.

Wengeza amanye ama-slides.

Indlela esobala kunazo zonke yokwengeza i-slide esisha wukuqhafaza i-Slide Esisha kuthebhu Ekhaya, njengoba kuveza isithombe.

Ekhaya Ekhaya

Page 11: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza ama-slides amashaUma i-PowerPoint ivuleka, kune-slide esisodwa kuphela embukisweni.

Wengeza amanye ama-slides.

Zimbili izindlela zokusebenzisa ibhathini le-Slide Esisha :

1 Uma uqhafaza ingxenye engenhla yebhathini, lapho kukhona uphawu lwe-slide, kwengezeka ngokushesha esisha i-slide ngezansi kwe-slide esikhethwe kuthebhu yama-Slides.

Ekhaya Ekhaya

Page 12: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza ama-slides amashaUma i-PowerPoint ivuleka, kune-slide esisodwa kuphela embukisweni.

Wengeza amanye ama-slides.

Zimbili izindlela zokusebenzisa ibhathini le-Slide Esisha :

2 Uma uqhafaza ingxenye engezansi yebhathini, uthola igalari ye zakhiwo ze-slide. Ukhetha isakhiwo, bese i-slide sishuthekwa kanye naleso sakhiwo.

Ekhaya Ekhaya

Page 13: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza ama-slides amashaUma wengeza i-slide ngaphandle kokukhetha isakhiwo, i-PowerPoint iyasifaka ngokuzenzekela.

Ungasishintsha uma uthanda: Chofoza kwesokudla i-slide esinesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese ukhomba ku-Isakhiwo.

Ekhaya Ekhaya

Page 14: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Khetha izakhiwo zama-slidesEse-slide isakhiwo sihlela okuqukethwe ku-slide sakho.

Isibonelo, ungahle ufune uhlu nesithombe ku-slide, noma isithombe kanye nencazelo.

Izakhiwo zinezinhlobo ezihlukene zezibambindawo nezinhlelo zezibambindawo ukweseka okuqukethwe kwakho.

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza umbhalo

Page 15: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Khetha izakhiwo zama-slidesIsithombe siveza izakhiwo eqala ngazo ngokuzenzekela i-PowerPoint.

1

2

Isakhiwo se-Slide Sesihloko, esikhonjiswe lapha ngendlela esibonakala ngayo kugalari yezakhiwo, sifakwa ku-slide sokuqala kumbukiso (leso esisuke sesikhona uma uqala).

Ku-slide, isakhiwo se-Slide Sesihloko sinezibambindawo zesihloko nesihlokwana.

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza umbhalo

Page 16: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Khetha izakhiwo zama-slidesIsithombe siveza izakhiwo eqala ngazo ngokuzenzekela i-PowerPoint.

Cishukuthi isakhiwo ozosisebenzisa kakhulu kunazo zonke kwamanye ama-slides kuthiwa Isihloko noKuqukethwe, esikhonjiswe lapha ngendlela esibukeka ngayo kugalari yezakhiwo.

3

4 Ku-slide, le sakhiwo sinesibambindawo sesihloko se-slide, kanye nesesibili sezinhloso zonke isibambindawo esinombhalo kanye nezimpawu ezimbalwa.

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihloko

Chofoza ukwengeza isihlokwana

Chofoza ukwengeza umbhalo

Page 17: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Thayipha umbhalo wakhoKusibambindawo sezinhloso zonke esivezwe phambilini, ungongeza okungamagrafikhi noma umbhalo.

Asikhulume ngombhalo.

1

2

Ungasebenzisa amazinga ehlukene ombhalo ngaphakathi kwizinhla eziphawuliwe ukwenza amaphuzu amancane ngaphansi kwamaphuzu amakhulu.

Kwi-Ribbon, sebenzisa imiyalo eqoqweni le-Fonti ukushintsha ukufomathwa kwezinhlamvu, njengombala nosayizi wefonti.

Ukufomathwa okuhleliwe kombhalo wuhlu oluphawuliwe.

Ekhaya

Lorem IpsumDolor sit amet

Consectetuer adipiscing elitDonec euismod Mattis augue

Class aptent Taciti sociosqu

Page 18: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Thayipha umbhalo wakhoKusibambindawo sezinhloso zonke esivezwe phambilini, ungongeza okungamagrafikhi noma umbhalo.

Asikhulume ngombhalo.

3 Sebenzisa imiyalo eqoqweni le-Pharagrafu ukushintsha ukufomathwa kwepharagrafu, njengokufomathwa kwezinhla, uqalosikhewu (indent) lombhalo, nezikhala phakathi kwemigqa.

Ukufomathwa okuhleliwe kombhalo wuhlu oluphawuliwe.

Ekhaya

Lorem IpsumDolor sit amet

Consectetuer adipiscing elitDonec euismod Mattis augue

Class aptent Taciti sociosqu

Page 19: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethuloUngadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho.

Nakhu okumele ukwenze.

1

2

Kuthebhu Ekhaya, chofoza umcibisholo oseceleni kuka-i-Slide Esisha, kube sengathi uzoshutheka i-slide esisha bese ukhetha isakhiwo saso kuqala.

Ngezansi kwegalari yezakhiwo, chofoza Sebenzisa futhi ama-Slides.

Ekhaya

Islaydi Esisha

Amaslayidi Aqokiwe Akotshiwe

Amasilayidi oHlakeni…

Phinda Usebenzise Amasilayidi…

Sebenzisa futhi ama-SlidesFaka amaslaydi kusuka ku:

C:\Izethulo...

Pheqa

Page 20: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethuloUngadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho.

Nakhu okumele ukwenze.

3 Kufasitelana lemisebenzi Sebenzisa futhi ama-Slides, ngaphansi kuka Shutheka i-slide esiphuma, chofoza Pheqa ukuthola umtapo wezethulo noma wama-slide onama-slides owafunayo. Bese uqhafaza umcibisholo ukuvula lawoma-slides akufasitelana lemisebenzi.

Ekhaya

Islaydi Esisha

Amaslayidi Aqokiwe Akotshiwe

Amasilayidi oHlakeni…

Phinda Usebenzise Amasilayidi…

Sebenzisa futhi ama-SlidesFaka amaslaydi kusuka ku:

C:\Izethulo...

Pheqa

Page 21: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethuloUngadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho.

Nakhu okumele ukwenze.

Uma uthola i-slide osifunayo, qaphela ibhokisi lokuqoka elithi Gcina ukufomatha komthombo phansi ekugcineni kwefasitelana. Uma ufuna ukugcina ukubukeka okufana nse kwama-slides owashuthekayo, qiniseka ukuthi leli bhokisi lokuqoka liyathikhwa ngaphambi kokushutheka i-slide.

4

Ekhaya

Islaydi Esisha

Amaslayidi Aqokiwe Akotshiwe

Amasilayidi oHlakeni…

Phinda Usebenzise Amasilayidi…

Sebenzisa futhi ama-SlidesFaka amaslaydi kusuka ku:

C:\Izethulo...

Pheqa

Page 22: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka ama-slides aphuma kwesinye isethuloUngadinga ukusebenzisa ama-slides aphuma kusethulo sakho samanje kumbukiso wakho.

Nakhu okumele ukwenze.

Chofoza i-slide ngasinye ofuna ukusishutheka. Sisinye sikopishelwa kwisethulo esivuliwe, ngaphansi kwe-slide esikhethwe njengamanje noma ngezansi kwesikhombisi, uma usibeke ngaphansana kwesithonjana se-slide.

5

Ekhaya

Islaydi Esisha

Amaslayidi Aqokiwe Akotshiwe

Amasilayidi oHlakeni…

Phinda Usebenzise Amasilayidi…

Sebenzisa futhi ama-SlidesFaka amaslaydi kusuka ku:

C:\Izethulo...

Pheqa

Page 23: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Yakha amanothi esikhulumiSebenzisa amanothi esikhulumi ukwenaba ngamaphuzu aku-slide.

Amanothi amahle angakusiza ugcine abalaleli bethathekile futhi unqande ukunqwabelana kombhalo kwi-slide.

1

2

Khathi uthuthukisa okuqukethwe kuma-slides akho, thayipha amanothi akho kwifasitelana lamanothi, ngezansi kwe-slide.

Ungalikhulisa ifasitelana lamanothi ukuze kube lula ukusebenza kulona ngokuhudula ibha yokuhlukanisa.

Lorem ipsum dolor sit ametFusce suscipit molestie miNam eleifend dignissim nisl

Page 24: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Yakha amanothi esikhulumiSebenzisa amanothi esikhulumi ukwenaba ngamaphuzu aku-slide.

Amanothi amahle angakusiza ugcine abalaleli bethathekile futhi unqande ukunqwabelana kombhalo kwi-slide.

3 Amanothi akho agcinwa ekhasini lamanothi, elinekhophi ye-slide kanye namanothi. Leli yikhasi oliphrintayo olokhu uya kulona khathi unikeza isethulo.

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam eleifend dignissim nislFusce suscipit molestie mi

Page 25: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Iziphakamiso zokuzilolonga 1. Jwayela izindawo zewindi le-PowerPoint.

2. Thayipha imibhalo.

3. Ngeza ama-slides amasha.

4. Zula wengeze omunye umbhalo.

5. Sebenzisa ukushonisa phakathi umbhalo nokufomatha.

6. Sebenza ngokufakwa kombhalo ngokuzenzekela.

7. Thayipha uhlole amanothi.

Page 26: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 1, umbuzo 1Ewindini le-PowerPoint, iyiphi indawo enkulu yokwengeza okuqukethwe kwama-slide? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Ithebhu yama-Slides, lapho kukhona izithonjana zama-slides, esinxeleni sewindi.

2. Ifasitelana lamanothi.

3. Ifasitelana lama-slides, phakathi newindi.

Page 27: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 1, umbuzo 1: ImpenduloIfasitelana lama-slides, phakathi newindi.

Sebenza kufasitelana lama-slide ukwengeza umbhalo, izithombe, izimo, amafayela emidya, noma okunye okuqukethwe kuma-slides akho.

Page 28: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 1, umbuzo 2Uma wengeza i-slide esisha, uqala kanjani ngokusikhethela isakhiwo? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Kuthebhu yaseKhaya, chofoza uhhafu ongenhla webhathini i-Slide Esisha .

2. Kuthebhu yaseKhaya, chofoza uhhafu ongezansi webhathini le-Slide Esisha, lapho okunomcibisholo khona.

3. Chofoza kwesokudla isithonjana se-slide kuthebhu yama-Slides, bese uqhafaza i-Slide Esisha.

Page 29: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 1, umbuzo 2: ImpenduloKuthebhu yaseKhaya, chofoza uhhafu ongezansi webhathinii-Slide Esisha, lapho okunomcibisholo khona.

Ukuqhafaza umcibisholo kuveza izakhiwo zama-slide. Uma ukhetha okukodwa, kushuthekwa i-slide naleso sakhiwo.

Page 30: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 1, umbuzo 3Iyiphi indlela esheshayo yokushitsha isakhiwo esikhona ufake esihlukile? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Chofoza uhhafu ongezansi webhathini i-Slide Esisha kuthebhu yaseKhaya .

2. Chofoza kwesokudla i-slide esinesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese ukhomba ku-Isakhiwo.

Page 31: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 1, umbuzo 3: ImpenduloChofoza kwesokudla i-slide esinesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese ukhomba ku-Isakhiwo.

Lokhu kuvula igalari yezakhiwo. Uqhafaza esisodwa ukusifaka kwi-slide. Enye indlela wukukhetha isithonjana se-slide ngesakhiwo ofuna ukusishintsha, bese uqhafaza Isakhiwo kuthebhu Ekhaya . Lokho kuveza igalari, lapho ukhetha khona isakhiwo ozosifaka.

Page 32: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isifundo 2

Khetha ingqikithi, ngeza okunye okuqukethwe

Page 33: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Khetha ingqikithi, ngeza okunye okuqukethwe

Njengeskimu sombala wesethulo sakho, omnyama oyisisekelo uzolunga.

Kodwa ungathini uma kuthiwa usemdlandleni wemibala ethe xaxa nomklamo ogqame kakhudlwana?

Yiya ngqo kwigalari yeze-PowerPoint izingqikithi uzame okulapho. Ukukhetha ingqikithi akulukhuni njengokuqhebeza iswishi.

Ungafaka futhi ezinye izici kuma-slides, njengezithombe nezincazelo zazo, bese ukuvumelanisa kahle ukuze konke kuhleleke ngobunono.

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing.

Maecenas

Page 34: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ubuhle bezingqikithiZonke izethulo zinengqikithi.

Ezinye zigqame kakhulu kunezinye.

Ingqikithi iveza ukubukeka nemibala yama-slides akho futhi inikeza isethulo sakho ukubukeka okungaguquki.

Lapha, ubona izihloko ezintathu zama-slides ezinokuqukethwe okufanayo kodwa ezisebenzisa izingqikithi ezihlukene.

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit ametNam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus

sollicitudin adipiscing. Maecenas

Page 35: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ubuhle bezingqikithiZonke izethulo zinengqikithi.

Ezinye zigqame kakhulu kunezinye.

Ingqikithi ibandakanya lezi ngxenye, ezinikezwa njengephekheji:

• Umklamo wengemuva• Iskimu semibala• Izinhlobo nosayizi kwefonti• Izindawo zezibambindawo

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit ametNam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus

sollicitudin adipiscing. Maecenas

Page 36: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ubuhle bezingqikithiIskimu semibala sithinta imibala yengemuva, imibala yefonti, imibala yokugcwalisa izimo, imibala yemingcele, ama-hyperlink, nezingxenye zama-slide ezifana namathebula namashadi.

Futhi uma unezibambindawo, ingqikithi ihlonipha isakhiwo osikhethile; inyakazisa izinto kancane.

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit ametNam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus

sollicitudin adipiscing. Maecenas

Page 37: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Khetha ingqikithiLeso naleso sethulo esisha siqala ngengqikithi ehleliwe, okuthiwa yiNgqikithi ye-Ofisi.

Ukuthola nokufaka enye, qala ngokuqhafaza ithebhu Klama kwi-Ribbon.

1

2

Amasampula engqikithi, ngohlobo lwezithonjana ezincane ozibona lapha, azovela eqoqweni Izingqikithi .Ukubona ezinye izingqikithi, chofoza ibhathini Okunye kwesokudla seqembu.

Klama

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Page 38: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Klama

Khetha ingqikithiLeso naleso sethulo esisha siqala ngengqikithi ehleliwe, okuthiwa yiNgqikithi ye-Ofisi.

Ukuthola nokufaka enye, qala ngokuqhafaza ithebhu Klama kwi-Ribbon.

3 Uma ukhomba kunoma yisiphi isithonjana sengqikithi, isihloli saso sivezwa kwi-slide.

Chofoza isithonjana ukufaka leyo ngqikithi kuwo wonke ama-slides akho. Ungafaka futhi ingqikithi kuphela kuma-slides owakhethile.

Lorem ipsum dolor sit amet

Nam pellentesque turpis eu purus sollicitudin adipiscing. Maecenas

Page 39: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 1Manje uzofunda izindlela ezimbili zokushutheka izithombe nezinye izinto ezingewona umbhalo kuma-slides.

Indlela yokuqala wukuqhafaza uphawu kusibambindawo, oke wasibona kancane esifundweni sokuqala.

I-Clip Art

Cinga:

Cinga ku:

Imiphumela kufanele ibe:

Hamba

Page 40: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 1Manje uzofunda izindlela ezimbili zokushutheka izithombe nezinye izinto ezingewona umbhalo kuma-slides.

1

2

Chofoza uphawu lwe Clip Art kusibambindawo.

Ifasitelana lemisebenzi le-Clip Art liyavuleka. Lapho, thayipha igama elisemqoka ebhokisini elithi Cinga elisho uhlobo lwesiqeshana (clip) osifunayo. Bese uqhafaza okuthi Hamba.

Isithombe sichaza indlela yokushutheka isicucu se-clip art:

I-Clip Art

Cinga:

Cinga ku:

Imiphumela kufanele ibe:

Hamba

Page 41: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 1Manje uzofunda izindlela ezimbili zokushutheka izithombe nezinye izinto ezingewona umbhalo kuma-slides.

Kuvela iziqeshana ezihambisana negama elisemqoka. Chofoza esinye sazo ukushutheka kwi-slide. Isithombe silinganiswa ngokuzenzekela bese sifakwa kusibambindawo.

Isithombe sichaza indlela yokushutheka isicucu se-clip art:

3

I-Clip Art

Cinga:

Cinga ku:

Imiphumela kufanele ibe:

Hamba

Page 42: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 2Enye indlela yokushutheka izinto ze-slide wukusebenzisa ithebhu ethi Shutheka ku-Ribbon.

Zonke izinto ongazishutheka ngokuzithatha kufasitelana le-slide ziyatholakala futhi kuthebhu ethi Shutheka, nokunye—kubandakanya izimo, ama-hyperlink, amabhokisi ombhalo, izihloko neziphetho, neziqeshana zemidwa ezifana nemisindo.

Shutheka

UmbhaloIbhokisi

Umbhalo

Page 43: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 2Isithombe siveza uhla lwezinto ezitholakala kuthebhu ethi Shutheka .

1

2

Amabhokisi ombhalo ayasiza uma ufuna ukwengeza umbhalo ndawothile futhi udinga esinye isibambindawo sawo, njengencazelo yesithombe. Kuthebhu Shutheka, chofoza Ibhokisi Lombhalo.

Dweba ibhokisi kwi-slide bese uyathayipha.

Into evamile yokushuthekwa yibhokisi lombhalo, njengoba kuveziwe.

Shutheka

UmbhaloIbhokisi

Umbhalo

Page 44: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Shutheka izithombe nezinto, ingxenye 2Iyiphi indlela engcono?

Ngenxa yokuthi ungakhetha kokubili kokushutheka izinto ezithile, yikuphi okunconywayo?

Esikhathini esiningi kuya ngokuthi yikuphi okubona kukusiza kakhulu. Okukodwa okumele ukucabange wukuthi ufuna into eshuthekiwe ime kanjani ku-slide.

Shutheka

UmbhaloIbhokisi

Umbhalo

Page 45: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Hlela okwama-slideEmva kokushutheka isithombe, ungathanda ukwenza izinguquko ezithile njengokushintsha usayizi, ukunqampula, noma ukushintsha ukugqama.

Sebenzisa Amathuluzi Esithombe kulokhu.

1

2

Ngakho, khetha isithombe.

Amathuluzi Esithombe avela ngenhla kwe-Ribbon. Sebenzisa izinketho kuthebhu Fomatha ukusebenza isithombe.

Amathuluzi Esithombe ayatholakala uma isithombe sikhethwa.

Amathuluzi Ezithombe

Ifomathi

Isimo Sesithombe

Umngcele Wesithombe

Imithelela Yesithombe

Letha Ngaphambili

Thumela Ngemuva

Ifasitelana Lokukhetha

Qondanisa

Iqoqo

ZungezisaNqampula

Page 46: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Hlela okwama-slideKunamathuluzi ochunge lwezinto ongazishutheka, kusukela kumathebula, amashadi, nemifanekiso ye-SmartArt™ kuye kumabhokisi ombhalo nezimo, imisindo, namavidyo.

Vele ukhethe into eshuthekiwe ukubona ithebhu efanele ku-Ribbon.

Amathuluzi Ezithombe

Ifomathi

Isimo Sesithombe

Umngcele Wesithombe

Imithelela Yesithombe

Letha Ngaphambili

Thumela Ngemuva

Ifasitelana Lokukhetha

Qondanisa

Iqoqo

ZungezisaNqampula

Page 47: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Hlela ngononina okwama-slideUma usufake zonke izinto ozifunayo kwi-slide, udinga ukuziqondanisa ukuze zibukeke zilungile.

Isibonelo, kule sithombe, ibhokisi lombhalo elinencazelo lizobukeka kangcono kakhulu uma seliqondaniswe ngokulingana nesithombe—linganisa esinxeleni, noma kulingene phakathi nendawo.

Amathuluzi Ezithombe

Ifomathi

Qondanisa Isinxele

Qondanisa Phakathi

Qondanisa Esokudla

Qondanisa Phezulu

Qondanisa Maphakathi

Qondanisa Phansi

Page 48: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Hlela ngononina okwama-slideUsebenzisa imiyalo ethi Hlela ngononina ukuqondanisa okwe-slide.

1

2

3

Ukuqondanisa incazelo ngendlela yokuthi ilinganiseke esinxeleni nesithombe, qala ngokukhetha zombili izibambindawo.

Ku-Amathuluzi Esithombe, thola iqoqo Hlela ngononina kuthebhu Fomatha.

Chofoza elithi Qondanisa ibhathini, bese uqhafaza okuthi, Qondanisa Esinxeleni.

Amathuluzi Ezithombe

Ifomathi

Qondanisa Isinxele

Qondanisa Phakathi

Qondanisa Esokudla

Qondanisa Phezulu

Qondanisa Maphakathi

Qondanisa Phansi

Page 49: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Iziphakamiso zokuzilolonga1. Khetha ingqikithi entsha.

2. Shutheka isithombe.

3. Linganisa kabusha isithombe.

4. Ngeza incazelo.

5. Qondanisa isithombe nencazelo.

6. Ibhonasi: Ngeza umphumela womnyakazo.

Page 50: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 2, umbuzo 1Uma ufaka ingqikithi, njalo inomthelela kuwo wonke ama-slide kwisethulo. (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Yiqiniso.

2. Yiphutha.

Page 51: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 2, umbuzo 1: ImpenduloYiphutha.

Uma ufuna ukuba ingqikithi isebenze kwesisodwa kuphela noma kwambalwa ama-slides, khetha lawo ma-slides. Bese uveza igalari yezingqikithi, chofoza kwesokudla ingqikithi oyifunayo, bese uqhafaza Faka kuma-Slides Akhethiwe.

Page 52: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 2, umbuzo 2Ungashutheka ibhokisi lombhalo ulisuse ophawini ngaphakathi kwezinye izakhiwo zama-slide. (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Yiqiniso.

2. Yiphutha.

Page 53: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 2, umbuzo 2: ImpenduloYiphutha.

Ungashutheka izithombe, amashadi, imifanekiso ye-SmartArt, amathebula, namafayela emidya ngokusebenzisa izimpawu ngaphakathi kwizakhiwo zokuqukethwe. Ukushutheka ibhokisi lombhalo, nokho, uya kuthebhu Shutheka. Lapho, chofoza Ibhokisi Lombhalo, bese udweba ibhokisi eceleni.

Page 54: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 2, umbuzo 3Ufuna ukuqondanisa incazelo nesithombe kwi-slide sakho, ngendlela yokuthi incazelo iphakathi nendawo ngezansi ngqo kwesithombe. Emva kokukhetha isithombe nencazelo, uqhafaza ithebhu yokuFomatha, ngaphansi kwaMathuluzi Esithombe ku-Ribbon. Manje, uwutholaphi umyalo ozokwenza ushintsho olufunayo? (Khetha eyodwa impendulo.)1. Iqoqo elithi Lungisa, ibhathini elithi Shintsha Isithombe .

2. Iqoqo Hlela ngononina, ibhathini Qondanisa .

3. Iqoqo Hlela ngononina, ibhathini Zungezisa .

Page 55: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 2, umbuzo 3: ImpenduloIqoqo Hlela ngononina, ibhathini Qondanisa.

Leli bhathini livula imenyu enemiyalo eminingana yokuqondanisa. Umyalo Qondanisa Phakathi yiwona owufunayo.

Page 56: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isifundo 3

Lungisa amaphutha, phrinta, bese ulungiselela umbukiso

Page 57: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Lungisa amaphutha, phrinta, bese ulungiselela umbukiso

Usukufundile okusemqoka mayelana nokwakha umbukiso wama-slide.

Manje ake uzitshele ukuthi isethulo sakho sesilungile, futhi ufuna ukulungiselela ukusethula.

Uzodinga ukusihlola kuqala, uthole izeluleko kwabanye, bese uhlola ozokunika abalaleli namanothi ngaphambi kokuwaphrinta.

Bese usebenzisa isici se-PowerPoint ukupakisha ukuze ufake isethulo sakho ku-CD noma kukhompyutha ozokusebenzisela ukwethula.

Page 58: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Hlola kuqala kukhompyutha yakhoKhathi wakha umbukiso, ungawuhlola kuqala noma nini esibukweni soMbukiso wama-Slide.

Le sibuko sikunika isithombe sokuthi azobukeka kanjani ama-slides nokuthi azokwenze njani uma esedlalwa ngomshini.

1

2

Ukuvula isibuko soMbukiso wama-Slide, chofoza ithebhu Umbukiso wama-Slide, bese uqhafaza umyalo eqoqweni Qala Umbukiso wama-Slide—ukuze uqale kwi-slide sokuqala noma kwesamanje i-slide.

Isibuko soMbukiso wama-Slide sigcwalisa isibuko sekhompyutha yakho.

Umbukiso wama-Slide

Esc

Kuvela kuUkuqala

Kuvela kuI-Slide samanje

Vamile Umbukiso wama-Slide

Page 59: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Hlola kuqala kukhompyutha yakhoKhathi wakha umbukiso, ungawuhlola kuqala noma nini esibukweni soMbukiso wama-Slide.

Le sibuko sikunika isithombe sokuthi azobukeka kanjani ama-slides nokuthi azokwenze njani uma esedlalwa ngomshini.

3 Enye indlela yokuzula phakathi kwama-slide wukusebenzisa ibha yamathuluzi ethi Umbukiso wama-Slide, phansi esinxeleni sesibuko sakho. Ukuphuma ekubonakaleni koMbukiso wama-Slides, cindezela ESC. Lokhu kukubuyisela esibukweni osishiyile, esingathi wukubukeka okuVamile.

4

Umbukiso wama-Slide

Esc

Kuvela kuUkuqala

Kuvela kuI-Slide samanje

Page 60: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

• Cindezela F5 ukuqala kwesokuqala i-slide.

• Cindezela SHIFT+F5 ukuqala kwesamanje i-slide.

• Chofoza ibhathini Umbukiso wama-Slides engxenyeni engezansi kwesokudla ewindini le-PowerPoint, eceleni kwesithi Zoom i-slider.

Hlola kuqala kukhompyutha yakho Nazi ezinye izindlela zokuvula isibuko soMbukiso wama-Slide:

Uma wenza lokhu, umbukiso uqala kwi-slide esikhethwe manje kuthebhu yama-Slides .

• Chofoza ibhathini Umbukiso wama-Slide kuthebhu Isibuko . Umbukiso uqala ku-slide sokuqala akukhathaleki ukuthi yisiphi i-slide esikhethiwe manje.

Page 61: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Okunikwa abalaleli okuphrintiweUhlobo oluvame kunazo zonke lokuphrintiwe kwe-PowerPoint okunikwa abalaleli kuthiwa yi-handout.

Ama-handouts angaba neyodwa noma amaningana ama-slides ekhasini ngalinye, kuze kufike kwayisishiyagalolunye.

Ukuvivinya okuhle wukusebenzisa Buka Ngaphambi Kokuphrinta ukukhetha uhlobo lwe-handout oyifunayo, njengoba kuvezwe lapha. Ngaleyo ndlela ungabona ukuthi izobukeka kanjani i-handout ngaphambi kokuphrinta.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Uzophrintani:

Ama-handouts ...

Ama-Slides...

Ama-Handouts (1 i-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (2 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (3 ama-Slide iKhasi ngalinye)Ama-handouts (4 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (6 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (9 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Amakhasi AmanothiUkubonakala koHlaka Lwangaphandle

Page 62: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Okunikwa abalaleli okuphrintiweUkuphrinta ama-handouts, qala ngokuqhafaza Buka Ngaphambi Kokuphrinta kwimenyu evuleka uma uqhafaza iBhathini le-Microsoft Office .

1

2

Ku Buka Ngaphambi Kokuphrinta, chofoza umcibisholo ebhokisini Okuphrintwayo ukukhombisa uhlu lwezinhlobo zama-handout. Khetha uhlobo lwe-handout oyifunayo.

Bese ulandela izinyathelo eziveziwe esithombeni.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Uzophrintani:

Ama-Slides...

Ama-Handouts (1 i-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (2 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (4 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (6 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (9 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Amakhasi AmanothiUkubonakala koHlaka Lwangaphandle

Ama-handouts (3 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Page 63: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Okunikwa abalaleli okuphrintiweUkuphrinta ama-handouts, qala ngokuqhafaza Buka Ngaphambi Kokuphrinta kwimenyu evuleka uma uqhafaza iBhathini le-Microsoft Office .

Uma uqhafaza uhlobo lwama-handout, ukhonjiswa okubonwa kuqala okuveza indlela ama-slides akho azobukeka ngayo uma esephrintwe ngaleyo fomathi. Ungazula kuwo wonke amakhasi ama-handout. Uhlobo lwe-handout olunokhetho oluthi 3 ama-slides ekhasini lubandakanya imigqa yamanothi abalaleli.

Bese ulandela izinyathelo eziveziwe esithombeni.

3

Uma usukulungele ukuphrinta, chofoza Phrinta.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Uzophrintani:

Ama-Slides...

Ama-Handouts (1 i-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (2 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (4 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (6 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (9 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Amakhasi AmanothiUkubonakala koHlaka Lwangaphandle

Ama-handouts (3 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Page 64: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Phrinta amanothi esikhulumiUsuwaphrintile ama-handouts ozowanika abalaleli.

Manje phrinta amanothi esikhulumi okuzoba awakho, ongalokhu uwabuka khathi wethula.

Yisu elihle ukuwabheka amanothi akho esikhulumi ngaphambi kokuwaphrinta, ubone ukuthi abukeka ngendlela owalindele ngayo yini.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Uzophrintani:

Ama-handouts ...

Ama-Slides...

Ama-Handouts (1 i-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (2 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (3 ama-Slide iKhasi ngalinye)Ama-handouts (4 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (6 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (9 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Amakhasi AmanothiUkubonakala koHlaka Lwangaphandle

Page 65: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Phrinta amanothi esikhulumiUkuphrinta amanothi esikhulumi, chofoza iBhathini le-Microsoft Office, khomba ku Phrinta, bese uqhafaza Buka Ngaphambi Kokuphrinta.

1

2

KhethaAmakhasi Amanothi ohlwini oluthi Uzophrintani.Amakhasi amanothi akho avezwa ewindini lokubuka kuqala, aqala nge-slide sokuqala (ngaphandle uma usho okunye).

Bese ulandela izinyathelo eziveziwe esithombeni.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Uzophrintani:

Ama-handouts ...

Ama-Slides...

Ama-Handouts (1 i-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (2 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (3 ama-Slide iKhasi ngalinye)Ama-handouts (4 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (6 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (9 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Amakhasi AmanothiUkubonakala koHlaka Lwangaphandle

Page 66: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Phrinta amanothi esikhulumi

Uma okuthile kungafomathiwe ngendlela obuyihlosile, noma uma umbhalo wamanothi unqumekile, yenza izinguquko ezifanele kwiKhasi Lamanothi noma kwisibuko sokuVamile.

Emva kokuhlola amanothi akho futhi usulungele ukuphrinta, chofoza Phrinta.

Ukuphrinta amanothi esikhulumi, chofoza iBhathini le-Microsoft Office, khomba ku Phrinta, bese uqhafaza Buka Ngaphambi Kokuphrinta.

Bese ulandela izinyathelo eziveziwe esithombeni.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Uzophrintani:

Ama-handouts ...

Ama-Slides...

Ama-Handouts (1 i-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (2 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (3 ama-Slide iKhasi ngalinye)Ama-handouts (4 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (6 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Ama-handouts (9 ama-Slide iKhasi ngalinye)

Amakhasi AmanothiUkubonakala koHlaka Lwangaphandle

Page 67: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza umbhalo wasezansi (footer text) kuma-handouts nakumanothi

Buka Ngaphambi KokuPhrinta ikunika futhi ithuba lokwengeza noma ukulungisa umbhalo wasezansi kuma-handouts nakumanothi akho.

Ngokohlelo, ama-handouts namanothi aphrintiwe anezinamba zamakhasi.

Kodwa angakhombisa nezinye izinto, njengombhalo wasezansi.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Izinketho

isihloko noKwasezansiAmanothi nama-Handouts

Isihloko

Inamba Yekhasi

Okwasezansi

Isihloko noKwasezansi ...

Page 68: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza umbhalo wasezansi (footer text) kuma-handouts nakumanothi

Landela lezi nyathelo uma ufuna okuphrintiwe kwakho kuveze okunye okuqukethwe.

1

2

Chofoza Izinketho, bese uqhafaza Isihloko noKwasezansi. Ukuveza umbhalo wokwasezansi, njengokuthi “iDrafti” noma “Kuyimfihlo,” khetha ukhetho Okwasezansi, bese uthayipha umbhalo owufuna ebhokisini.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Izinketho

isihloko noKwasezansiAmanothi nama-Handouts

Isihloko

Inamba Yekhasi

Okwasezansi

Isihloko noKwasezansi ...

Page 69: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Ngeza umbhalo wasezansi (footer text) kuma-handouts nakumanothi

Landela lezi nyathelo uma ufuna okuphrintiwe kwakho kuveze okunye okuqukethwe.

Lokho okukhethayo kuthebhu Amanothi nama-Handouts ebhokisini lengxoxo Isihloko noKwasezansi kusebenza kumakhasi akho ama-handouts namanothi.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Izinketho

Amanothi nama-Handouts

Isihloko

Inamba YekhasiOkwasezansi

Isihloko noKwasezansi ...

isihloko noKwasezansi

Page 70: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Izinketho zemibala zokuphrinta Ngokuya ngohlobo lwephrinta oyisebenzisayo, ungaphrinta isethulo sakho Umbala, Isilinganisi Esimpunga, noma Okumsulwa Okumnyama Nokumhlophe.

Nansi indlela yokukhetha ukhetho lokuphrinta:

1 Ngaphansi kuka Buka Ngaphambi Kokuphrinta, chofoza Izinketho, bese ukhomba ku Umbala/Isilinganisi esimpunga. Bese ukhetha kwimenyu. Ama-slides akho azohlolwa kuqala futhi aphrintwe ngalolo khetho olufakiwe.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Umbala/Isilinganisi esimpunga

Izinketho

Umbala

Isilinganisi Esimpunga

Okumsulwa Okumnyama Nokumhlophe

Page 71: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Izinketho zemibala zokuphrinta Ngokuya ngohlobo lwephrinta oyisebenzisayo, ungaphrinta isethulo sakho Umbala, Isilinganisi Esimpunga, noma Okumsulwa Okumnyama Nokumhlophe.

Nansi indlela yokukhetha ukhetho lokuphrinta:

Isibonelo sokuqala sokuhlola sikhombisa i-slide esizophrintwa ngombala.

2

3 Isibonelo sesibili sokuhlola sikhombisa i-slide esizophrintwa Isilinganisi Esimpunga.

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Umbala/Isilinganisi esimpunga

Izinketho

Umbala

Isilinganisi Esimpunga

Okumsulwa Okumnyama Nokumhlophe

Page 72: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Izinketho zemibala zokuphrinta Ngokuya ngohlobo lwephrinta oyisebenzisayo, ungaphrinta isethulo sakho nge-Color, Grayscale, noma Pure Black and White.

Nansi indlela yokukhetha ukhetho lokuphrinta:

Isibonelo sokugcina sokuhlola sikhombisa i-slide esizophrintwa Okumsulwa Okumnyama Nokumhlophe.

4

Buka Ngaphambi Kokuphrinta

Umbala/Isilinganisi esimpunga

Izinketho

Umbala

Isilinganisi Esimpunga

Okumsulwa Okumnyama Nokumhlophe

Page 73: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Pakisha isethuloIsici se-PowerPoint iPhakheji ye-CD siqoqa ifayela yakho yesethulo nanoma yimaphi amanye amafayela owadingayo bese siwakopishela kwifolda eyodwa noma ngqo kwi-CD.

Uma ukopisha amafayela akho kufolda, ungafaka leyo folda ku-CD emva kwesikhathi.

Futhi ungakopisha amafayela kuseva yenethiwekhi okwaziyo ukungena kuyo ngokusebenzisa ikhompyutha ozokwethula ngayo.

Shicilela Iphakheji ye-CD

Iphakheji ye-CD

Qamba i-CD:

Amafayela okumele akopishwe:

Kopishela kuFolda Kopishela ku-CD

Ngeza Amafayela

Izinketho...

Vala

Page 74: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Pakisha isethuloIsithombe siveza indlela yokupakisha isethulo sakho namafayela ahlobene.

1 Chofoza ibhathini le-Microsoft Office.

Khomba ku Shicilela, bese uqhafaza iPhakheji ye-CD. Ebhokisini lengxoxo elivulekayo, faka okukhethile okufunayo kwiphakheji, bese ukopisha ifayela noma amafayela akho kwifolda noma ku-CD.

2

3

Shicilela Iphakheji ye-CD

Iphakheji ye-CD

Qamba i-CD:

Kopishela kuFolda Kopishela ku-CD Vala

Amafayela okumele akopishwe:Ngeza Amafayela

Izinketho...

Page 75: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Pakisha isethuloIsithombe siveza indlela yokupakisha isethulo sakho namafayela ahlobene.

Okusemqoka: Njalo gcina isethulo sakho ngaphambi kokusipakisha kufolda noma ku-CD.

Shicilela Iphakheji ye-CD

Iphakheji ye-CD

Qamba i-CD:

Kopishela kuFolda Kopishela ku-CD Vala

Amafayela okumele akopishwe:Ngeza Amafayela

Izinketho...

Page 76: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

• Ukupakisha bese ukopishela ku-CD kwi-PowerPoint, kufanele uvule i-Microsoft Windows® XP noma lwakamuva kukhompyutha yakho, futhi ube ne-CD burner (okukopishela ku-CD).

• Uma uvule i-Microsoft Windows 2000, usengasisebenzisa le sici ukupakisha amafayela esethulo kufolda, bese usebenzisa uhlelo lweqembu lesithathu ukuqophela ifolda ku-CD.

Pakisha isethulo Okudingekayo uma upakisha ku-CD

Page 77: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Iziphakamiso zokuzilolonga1. Hlola kuqala umbukiso kukhompyutha yakho.

2. Thumela isethulo ukuze kuphawulwe ngaso.

3. Lungiselela ukuphrinta ama-handouts.

4. Khetha isethingi yombala bese uphrinta ama-handouts.

5. Hlola amanothi akho esibukweni seKhasi Lamanothi.

6. Pakisha isethulo.

Page 78: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 3, umbuzo 1Yimuphi ukhiye owucindezelayo ukuya kuMbukiso wama-Slide bese uqala kwesokuqala i-slide? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. ESC.

2. F5.

3. F7.

Page 79: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 3, umbuzo 1: ImpenduloF5.

Kanti ukuze uqale kwesikhethiwe i-slide, ucindezela SHIFT+F5.

Page 80: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 3, umbuzo 2Yiluphi ukhetho lwe-handout ongalukhetha uma ufuna i-handout ibandakanye imigqa kumanothi abalaleli? (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Ukhetho oluthi 3 ama-slides ekhasini.

2. Ukhetho oluthi 1 i-slide ekhasini .

3. Ukhetho oluthi Amakhasi Amanothi.

Page 81: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 3, umbuzo 2: ImpenduloUkhetho oluthi 3 ama-slides ekhasini.

Page 82: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 3, umbuzo 3Uku Buka Ngaphambi Kokuphrinta ubheke emakhasini akho amanothi, bese uthola ukuthi amanye amafomathi ombhalo wamanothi akuwona obuwafuna. Ungakulungisa lokhu ku Buka Ngaphambi Kokuphrinta. (Khetha eyodwa impendulo.)

1. Yiqiniso.

2. Yiphutha.

Page 83: Microsoft ®  Office  PowerPoint ®  2007 Ukuqeqesha

Isivivinyo 3, umbuzo 3: ImpenduloYiphutha.

Udinga ukuvala u Buka Ngaphambi Kokuphrinta bese uvula iwindi leKhasi Lamanothi ukuze ulungise ukufomatha.